13.01.2014 Views

Download the full report in Zulu - Human Rights Watch

Download the full report in Zulu - Human Rights Watch

Download the full report in Zulu - Human Rights Watch

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

ukuhlukunyezwa ngokwecansi ngongqingili okwenziwe kubona kwahlukile kakhulu

kunokuhlukunyezwa okunesisindo kunokuhlukunyezwa ngokwecansi komuntu ongeyona

ungqingili ‘lesbian’. Amakhampeni asezindaweni eziseduzane kanye namakhampeni

omhlaba bagwebe indlela uhulumeni enza ngayo base begxila kulokhu okwaziwa ngokuthi

“ukulungisa ngokudlengula.” Ngenxa yophenyo olwenziwe ezifundazweni eziyisithupha, lo

mbiko ukhulisa izinga lwenkinga okuzogxwilwa kuyo ngokuthi kubhekwe nxazonke ukuthi

udlame lwenzani kubantu, ukubandlulula, kanye nokunganaki kukahulumeni kongqingili

‘lesbians’ kanye nabantu besilisa abazikamela eyabo imingcele ngokobulili.

Umbiko uqala ngokubheka ubandlululo kane nendluzula ebhekene nongqingili lesbians

kanye nabantu abazikamela eyabo imingcele ngokobulili, nokubheka indluzula kanye

nokuhlukunyezwa kweNingizimu Africa, kubalula ukuhlukunyezwa ngokocansi, kanye

nokuqeda ukuhlukunyezwa kwabesimame kanye nezikhungo zomphakathi eNingizimu Afrika.

Okulandelayo, lombiko ulanda ngokuhlukunyezwa nokwenkulumo, okomzimba, kanye

nokwesatshiswa ngokuhlukumeza ngokwecansi, ukuhlukumeza, kanye nendluzula

ebhekene nongqingili ‘lesbians’, nabantu besilisa abazikamela eyabo imingcele

ngokobulili, kanye nabantu abahambisani nobulili ngendlela abantu ababona ngayo.

Njengoba ubufakazi bukhombisa lana, le ndluzula ivamisile ukuba yenziwe ngabesilisa

abangaziwa ukuthola ukuthi lokhu abakubuka kungalungile “okulungile” ukuthi

kwabesimame, kodwa futhi kuqhutshekiswa phambili ngabantu ababaziyo, abangani,

kanye nomndeni. Lo mbiko ulanda ngesimo sokwesaba kanye nokungesabi ukujeziswa

lapho ongqingili ‘lesbians’ kanye nama nabantu besilisa abazikamela eyabo imingcele

ngokobulili abazama ukulungisa isimo sabo sokuhlala bephephile, ngesinye iskhathi uma

benza umsebenzi ojwayelekile njengokuthenga isinkwa esitolo esikhoneni. Kubuye

kugqamise amanye amasu abawasebenzisayo ukuvikela ukuba bangahlaselwa.

Isiqephu esilandelana sibheka ukwahluleka kanye nokungathandisisi kwamaphoyisa

ukunikezela usizo nokuthi lokhu kuqedwe ukuhlukumeza. Isiqephu esilandelayo sibheka

ukwahluleka kwamaphoyisa ukunikezela ngezinsiza kongqingili nabantu besilisa

abazikamela eyabo imingcele ngokobulili, kanye nokuthi lokhu kuqhubekisa kanjani

ukulimazeka. Lesi siqephu sibheka ukuphelelwa yithemba kongqingili kanye nabantu

abazikamela eyabo imingcele ngokobulili, emaphoyiseni, lapho abantu abaningi besaba

khona ukuhlukunyezwa kunokuvikela. Loku kukhathazeka akunakho izizathu eziqinile;

ezikhathini eziningi, bazigade bona uqobo kubasusi bodlame.

“SIZOKUKHOMBISA UKUTHI UNGOWEMAME” 4

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!