13.01.2014 Views

Download the full report in Zulu - Human Rights Watch

Download the full report in Zulu - Human Rights Watch

Download the full report in Zulu - Human Rights Watch

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

noma ahlukumeze abavula amacala, kubhekiswe kakhulu kwabesimame kanye

namalungu omphakathi we-LGBT.

• Dlulisani imininingwane ngokuhlukunyezwa ngokomzimba kanye nangokocansi by

kanye nobulili kanye nezimo zobulilil babantu abahlukunyezwayo kanye

nokulandela inani lezigameko zokuhlukunywezwa ebantwini abulili bunye kanye

nabantu abakama eyabo umngcele ngokubulili.

• Khulumisanani nenhlangano yomphakathi esungulwe uhulumeni ngokuqeqesha

njalo njalo zamaphoyisa ezindabeni ezimayelana nobulili babantu kanye nendlela

ababona ngayo ubulili babo, kubalula indlela abantu abazikamela eyabo imingcele

ngokobulili ngenxa nangendlela abanye abantu abakhombisa ngabo ubulili.

• Qinisekisani ukuthi sonke isiteshi samaphoyisa sinephoyisa ngaso sonke isikhathi

elikwazi ukuqonda, futhi kubhalwe phansi, kanye nokwazi ukuphatha kahle amacala

okuhlukunyezwa ngokocansi ngaso sonke isikhathi —kubalula nabantu abazikamela

eyabo imingcele ngokobulili nangenxa yendlela abanye abantu abakhombisa

ngabo ubulili —ngendlela engahluleli.

• Qalisani izinhlelo sokubheka iziteshi zamaphoyisa mayelana nezinto eziphathalene

nokuhlukunyezwa ngokocansi ngendlela engahluleli futhi enempumelelo.

• Qalisani izinhlelo zokuqapha njalo njalo ukubheka amaphoyisa aphenya amacala

kubalula ukuhlukumeza ngokocansi.

Ku-Independent Complaints Directorate

• Phenyani izigameko zokunganaki, ukushaywa, kanye nokuthathwa kwemali

ngokumthetho, ukuhlukumeza, kanye nokungakwazi ukunikezela nensiza f

services by amaphoyisa emacaleni obandlululo kanye nokuhlukunyezwa

ngokucansi nendluzula, kubalula indlela abanye abantu abakhombisa ngabo

ubulili nendlela nabantu abazikamela eyabo imingcele ngokobulili.

• Qinisekisani ukusebenza ngempumelelo ngokushesha kanye nakalula izinhlelo

zokubhalisa kwamacala, abantu bakwazi ukubhalisa izikhalazo zokuhlukunyezwa

kodwa bengazazisi ukuthi bawobani, ukukhathwazwa, ukubandlululwa, kanye

nokuthathwa kwemali ngamaphoyisa ngokungafanele kudluliselwe masinya

nakalula ku-Independent Complaints Directorate, bese lezi zindlela zishicilelwa.

“SIZOKUKHOMBISA UKUTHI UNGOWEMAME” 38

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!