13.01.2014 Views

Download the full report in Zulu - Human Rights Watch

Download the full report in Zulu - Human Rights Watch

Download the full report in Zulu - Human Rights Watch

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

Indaba kaBoipelo

UBoipelo ukhule ehlala nogogo wakhe elokishini lasePietermaritzburg ephulovinsi yaKwaZulu-

Natal, empumalanga neNingizimu Afrika. Ngonyaka ka-1997, ngesikhathi eneminyaka engu- 13,

kwatholakala ukuthi ungungqingili. Umzala wakhe omdala wayehlala nabo ekhaya elilodwa.

Wayecasulwa ukubukeka kaBoipelo njengomfana kanye nangendlela enza ngayo efuna

amenzela imisebenzi yakhe. UBoipelo wayenqaba kodwa wahlela njani embhekisisa futhi

emgeka. “Kungani evunyelwa ukuba azenze umfana?” wayethanda ukubuza lokho.

Ngelinye ilanga uBoipelo nodadewabo abancane behleli ekhaya bodwa kanye nomzala wabo,

umzala wabo wamdlwengula kaningana. “Ngatshela umama nogogo ngesikhathi bebuya,”

kusho uBoipelo. “Lolu daba lwaphathwa umndeni. Kwadinga ukuthi singabambelani

amagqubu.” Ngonyaka ka- 2003, ngesikhathi uBoipelo eseneminyaka engu-19 wavelwa

amaqhubu kanye nezilonda futhi kwatholakala ukuthi usululekile ngegciwane leSandulela

Ngculazi wavelwa amaqhubu kanye nezilonda futhi watholakala ukuthi unegciwane le-HIV.

Ngathola ngaleso sikhathi ukuthi umzala wami usululekile ngegciwane

leSandulela Ngculazi. Ngathola emveni kwalokho ukuthi umzala wami

wasulelekile ngegciwane lengculazi. Umama wami wabe azi kodwa akazange

angitshele. Wayeselokhu ehlala nathi umzala wethu naleso sikhathi.

Kuwo lowo nyaka, wango-2003, umzala ka Boipelo kanye nomama wakhe bashona futhi

wabe esephoqeleka ukuba ayeke isikole ngenxa yempilo eyabe ingeyinhle. Manje

wayesencike kumalume wakhe owathola ifa lendlu kagogo wakhe.

Impilo kaBoipelo yaba ngconywana ngonyaka olandelayo wabe eseqala ukubhala ibhola

lezinyawo ngonyaka olandelayo, umdlalo ayewuthanda ngaphambi kokugula. Ngonyaka ka

2004, uBoipelo, owayeseneminyaka engu-20, wayejwayele ukuchitha isikhathi nomqeqeshi

wakhe, owayazi ukuthi ungungqingili ‘lesbian’. Ngelinye ilanga ngesikhathi esendlini

yomqeqeshi wamtshela, umqeqeshi wamtshela ukuthi usekhokhile izinkomo zamalobola

kumalume wakhe futhi wagcizelela ukuthi kumele alale naye.

Umqeqeshi washo ukuthi akangithandi njengesitabani kodwa wayefuna ukuba

ngibe ngunkosikazi wakhe khona ngizoyeka ukuba isitabani Ukhoshi wathi

akathandi ukuba mina ngibe ungqingili ‘lesbian’ futhi ufuna ukuba ngibe

ngunkosikazi khona ngizoyeka ukuba ungqingili ‘lesbian’.… Ngesikhathi ngithi

“cha” futhi ngizama nokubaleka, wangishaya ngehenga yezingubo eyabe

iqondisiwe. Wabe-ke esengidlwengula kaningana, ubusuku bonke.

“SIZOKUKHOMBISA UKUTHI UNGOWEMAME” 8

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!