13.01.2014 Views

Download the full report in Zulu - Human Rights Watch

Download the full report in Zulu - Human Rights Watch

Download the full report in Zulu - Human Rights Watch

SHOW MORE
SHOW LESS

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

UkuHlukunyezwa NgeNkulumo, UMzimba,

kanye nokuHlukunyezwa ngokoCansi:

Ukulimazeka

Ongqingili ‘lesbians’, abesimame abangabesimame baphinde futhi babe abesilisa, nabantu

abazikamela eyabo imingcele ngokobulili, kanye nabesilisa abathandana nabanye abesilisa,

abantu abangahambisani nendlela abantu abazikamelo ngayo ubulili babhekana

nokuhlukunyezwa kanye nokubandlululwa nsuku zonke komakhelwano, izihlobo, abangani,

kanye nabantu abangabazi. Lesi siqephu sikhombisa lokhu kuhlukumezeka.

Okukuqala, ibheka izindlela zokuhlukunyezwa examines common forms of verbal abuse

against lesbians and transgender men, kanye nokufanana kanye nokwahlukana kwezinto

phakathi kwabantu abaqondiwe ukuba bangangongqingili ababesilisa ‘butch lesbians’,

abantu besilisa abazikamela eyabo imingcele, kanye nabesimame anbangongqingili

kanye nabesimame ababuye bazikhombise njengabesilisa.

Okulandelayo, kulandela ukulandisa kokuhlukumeza ngokuhlaselwa kongqingili kanye

nabantu abazikamela eyabo imingcele ngokobulili kanye ne nabantu abazikamela eyabo

imingcele ngokobulili, nokukhombisa umehluko ngenxa yendlela abanye abantu

abakhombisa ngabo ubulili. Kube sekuqala amacala okuhlukunyezwa ngokwecansi kanye

nongqingili abangabesilisa ‘butchy lesbian’ nongqingili abangabesimame ‘femme

lesbians’ kanye nabantu besilisa abazikamela eyabo imingcele ngokobulili, kubhekwa

amaphethini okuhlukunyezwa ngokwecansi, njengesikhathi lapho abesilisa befunda

knona ukuhamba kanye nendlela abenza ngayo ongqingili abangahambisani nemingcele

ekanywe ngabanye abantu ngokokubulili, ongqingili ‘lesbians’, noma abesilisa

abazikamela eyabo imingcele ngokobulili, nabasilisa abazikamela eyabo imingcele

ngokobulili ngaphambi kokubabamba; izigameko lapho abesilisa bejikela abangani babo

abayizingqingili ‘lesbian’ ngaphandle kokubaxwayisa; kanye nasezimeni lapho abesilisa

ezenza ngazathi angongqingili ukuze bathole ukwethembe kongqingili.

UkuHlukumeza ngeNkulumo, UkuGcona, UkuKhathaza, kanye NoKwesatshiswa

Cishe bonke abantu okwakhulunywa nabo ku-Human Rights Watch bathi bonke

bahlukunyezwa, bagcona, noma bathuswa ngesinye isikhathi empilweni yabo—noma,

ngenxa yabantu ababalulekile, ezimpilweni zabo zonke—ngoba ngenxa yendlela abanye

abantu abakhombisa ngabo ubulili nendlela abantu abazikamela eyabo imingcele

ngokobulili.

“SIZOKUKHOMBISA UKUTHI UNGOWEMAME” 10

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!