13.01.2014 Views

Download the full report in Zulu - Human Rights Watch

Download the full report in Zulu - Human Rights Watch

Download the full report in Zulu - Human Rights Watch

SHOW MORE
SHOW LESS

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

Ngacabanga ukukhipha isisu. Ngazama ukuphuza amaphilisi ngizama

ukuzibulala mina kanye nengane kodwa ngagcina sengisesibhedlela.

Ngangizonda umzuzu nomzuzu wami. Angifunanga ukuncelisa umntwana.

Wayengikhumbuza okwenzeka kimi njalo. Ufana naye umuntu

owangidlwengula. Umama wami wathi kumele akhokhe isondlo, kodwa

wathi ufuna umntwana.

Ngangifuna ukuba ngimuhambise athole abanye abazali ‘adoption’,

abangongqingili ‘lesbian couple’. Kodwa wagula umntwana enamaviki

amabili kwase ehlolwa igciwane lengculazi [kwatholakala ukuthi

usulelekile ngegciwane le-HIV]…. Ngithatha ama-ARVs manje [i-antiretroviral

therapy]. Indodakazi yami nayo yeseluleke ngegciwane le-[HIV].

Unenkinga yezinso kanye nenkinga yenhliziyo. 40

Ngonyaka ka-2002 uLefu wasebenza ebha yongqingili ‘gay’ eGoli. Othengisayo ebhe igama

lakhe lingu-Patrick wamshela ukuthi yena ungungqingili ‘gay’ futhi base beba abangani.

Ngelinye ilanga ngonyaka ka-2002, uLefu kanye nomgani wakhe ongowesilisa ongungqingili

‘gay’ bahamba bavakasha no-Patrick kanye nomngani wakhe wesilisa. U-Patrick wabasa

eflethini elisebhilidini elingenabantu yilapho baqala khona ukuba nodlame baqala bashaya

oLefu kanye nomngani wakhe. ULefu, emangele, wabatshela ukuba ababavumele ukuba

bahambe. U-Patrick wakhipha isibhamu:

Wathi kithi: “Uma ningibheka, nicabanga ukuthi ngingungqingili ‘gay’?

Nginonkosikazi. Nginezingane. Yini lena eyenza ucabange ukuthi

uyindoda?… ‘Lento le’ [nithana nabantu abafanayo ngokubulili]

ayinangqondo.… Lokhu kuyisono, uNkulunkulu akakuthandi.”

U-Patrick kanye nomngani wakhe badlwengula uLefu kanye nomngani wakhe wesilisa

ongungqikili ‘gay’ izikhathi eziningana futhi babebenza bageze eshoweni ngaphambi

kokuba bahambe. Ngesikhathi bebuyela emakhaya, umngani kaLefu wamtshela ukuthi,

“Uma ngabe kukhona obatshelayo, ungangibali mina.” ULefu ukhuluma ngosizo okuvzwa

ukuhlselwa empilweni yabo:

Ezinye izimo azindluli kalula.… Zihlala njalo zibuya. Akuhambanga kahle

ezifundweni zami; babezohoxisa ukufunda kwakhe ngaphandle

40 Ingxoxo phakathi kwe-Human Rights Watch noRutendo (akulona igama langempela),

e-Pietermaritzburg, ngo-Agasti 4, 2010.

“SIZOKUKHOMBISA UKUTHI UNGOWEMAME” 30

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!