13.01.2014 Views

Download the full report in Zulu - Human Rights Watch

Download the full report in Zulu - Human Rights Watch

Download the full report in Zulu - Human Rights Watch

SHOW MORE
SHOW LESS

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

Kodwa okukhulu kwakuseza. Ngolunye uLwesiHlanu ebusuku ku-Okthoba ka-2009

uDumisani wayebuya ekholishi e-East London, wabese esdlula lapho kuphuzwa khona.

Amadoda amabili amlandela ase emdonsela ehlathini elaliseduze:

Bashintshana ngami. Ngangibancenga ukuba bangiyeke kodwa

abafunanga ukungiyeka. Ngalizwa izwi Ioyedwa. Babengishaya. Ngangilwa

ngiphinde ngilwe. Yonke into yama nsi…. Yonke into yama nsi.

Ngangingazi ukuthi ngizokwenzenjani. Babeningi abesilisa futhi

ababeseduzane, futhi bazana. I know [ukuthi] labo besilisa bayangazi.

Babefuna ukwenza lokhu kungqingili onjengowesilisa ‘butch lesbian’.

Ngesikhathi bengidlwengula, omunye wesilisa wathi, “Ucabanga ukuthi

uqinile, ucabanga ukuthi ungowesilisa, uwudodi kangingqingili ‘lesbian’.”

Uma ngivula icala, ngiqinisekile, bangaboshwa kodwa [bayobe] benabo

abanye besilisa aboyongilandela. Ngiyazi bayongithola.

UDumisani wakhipha isisu ekupheleni kuka-2009 futhi uhlala njalo enza ukuhlola igciwane

le HIV.

Ingxoxo phakathi kwe-Human Rights Watch kanye noDumisani (akulona igama langempela), e-East

London, ngoJuni 28, 2010.

Kaningi ningi, njengoDumisani, abantu abahlukunyenzwa bahlale njalo behlukumezeka

lapho bebona abahlaseli babo njalo; Lokhu futhi kwenza ukuthi besabe kakhulu kuphela

nethemba elincane ebebe nalo ngamaphoyisa kanye nohlelo lobulungiswa. Le nkinga

ijwayelekile, ayigcini kuphela ekudlwengulweni kongqingili ‘lesbians’.

UMusa wadlwengula ngumakhelwano owaziwa ngokuthi nguMatlosana ngonyaka ka-2003

ngesikhathi ehlala e-Klerksdorp, indawo engamamayela angu 125 eningizimu

yentshonalanga yeGoli esifundazweni saseHawutengi. Emuva kokumdlwengula, owesilisa

wathi: “Khumbula,uma ukhuluma kulungile, ngizoya ejele, kodwa ngiyothola abantu

bazokubulala, futhi necala liyonyamalala.” Ethukile, uMusa watshela umama wakhe

ukuthi kwenzekeni ezinsukwini ezintathu ezendlule, baseke behamba beya emaphoyiseni

akwaKanana esiteshini samaphoyisa ukuvula icala lokudlwengula. Umdlwenguli

waboshwa kodwa wakhishwa ngebheyili ngesikharhi uMusa essibhedlela eyohlinzwa

lapha alimala khona ngesikhathi edlwengula. Waqala wamthusa uma ebuya ekhaya.

UMusa wathola ‘incwadi yomthetho yokuvikeleka’ emaphoyiseni.

“SIZOKUKHOMBISA UKUTHI UNGOWEMAME” 24

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!