13.01.2014 Views

Download the full report in Zulu - Human Rights Watch

Download the full report in Zulu - Human Rights Watch

Download the full report in Zulu - Human Rights Watch

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

UHlu Lwamagama

UBulili ngokwe-Bhiyoloji: Ukwehlukwaniswa kwemizimba ngokwehlelwa kwe-bhiyoloji

ukwahlukaniswa kwemizimba njengokuthi owesifazane noma owesilisa, okwasekwe

umumo wezitho zomzimba ezibonakalayo zobulili, kanye nezitho zomzimba

ezingabonakaliyo zokuzala, ama-hormone, kanye nama-chromosomes.

Abantu abashintsha ubulili ngokuthanda: Umuntu oba nesifiso sokuthandana kanye

nothanda ukuba nobudlelwano ngokocansi ngekufanayo kwabesimame kanye nabesilisa.

Abantu AbaMnyama: Kulo mbiko sisebenzisa igama “abantu abamnyama” ukukhoma

abantu abamnyama baseAfrika.

Onjengowesilisa ‘Butch’: Ukuzikhombisa ngokobulili ukuthi ungowesilisa; igama

elijwayelekile kongqingili ‘lesbian’ kanye nemiphakathi ezikamela eyayo imingcele

ngokobulili ukuchaza ongqingili ‘lesbians’ abakhombisa ubulili obunjengendoda.

Abafihlayo/: Umuntu ongathandi ukuvuma ukuzizwa kwakhe ngokobulili. Abantu

bangazifihla “ngokugcwele” (abangasho ngokuzizwa kwabo ngokubulili kwabanye),

abazivezayo ngokuzizwa kwabo ngokobulili, noma abamaphakathi nendawo ngokuzizwa

kwabo ngokobulili.

Ungqingili wesiwame ‘I-Femme’: Ukuzikhombisa ubulili njengowesimame; igama

elijwayelekile kubantu abanganongqingili ‘lesbian’ kanye nemiphakathi ezikamela eyayo

imingcele ukuchaza ongqingili ‘lesbians’ kanye nongqingili ababa abesimame baphinde

babe ngabesilisa.

Ungqingili ongowesilisa‘Gay’: Elinye igama elisho abantu abathanda abantu abafana

nobulili babo emhlabeni jikelele; kulombiko, kusetshenziswa ukukhomba indlela abanye

abantu abakhombisa ngabo ubulili nendlela yokuzikhombisa ukuthandana kumanye

amadoda.

Ubulili: Amakhodi osikompilo abantu (angahambisani ngokobulili ngokwe-biological sex)

asetshenziswa ukwahlukanisa phakathi kwendlela abantu bebona “owesimame” kanye

“nowesilisa.”

I HUMAN RIGHTS WATCH | DISEMBA 2011

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!