18.10.2018 Views

NRF Annual Report 2018

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

ocwaningweni, abacwaningi kanye nokuhlinzekwa kokufinyelela

eziingqalasizindeni zocwaningo.

Ukubonga

Egameni leBhodi neZikhulu Eziphethe, ngithanda ukuzwakalisa

ukubonga kuNgqongqoshe Wesayensi Nobuchwepheshe

wangaphambilini uMhlonishwa Nkk Naledi Pandor ngobuholi

bakhe obungaguquki, usizo kanye nokufisa ukuxoxisana neBhodi

ye-NRF kanye neKomiti Lezikhulu Eziphethe. Ngithanda futhi

ukubonga Ikomiti Lephothifoliyo yeSayensi Nobuchwepheshe

ngezingxoxo ne-NRF ezivamile nezakhayo.

KuNgqongqoshe Wesayensi Nobuchwepheshe wamanje,

uMhlonishwa Nkk Mamoloko Kubayi-Ngubane, oqale isikhathi

sakhe ehhovisi ngoFebhruwari 2018, ngifisa ukudlulisa

ukumamukela ngemfudumalo futhi ngizwakalisa ukuzinikela

kweBhodi ukufeza izidingo eziyisu ze-NRF.

EKomitini Lezikhulu Eziphethe Zenhlangano siyabonga kakhulu

ngokuzinikela kwayo okuqhubekayo enhlanganweni kanye

nokuxoxisana okunomqondo neBhodi kanye nokusukuma

kuqala. Ngithanda futhi ukubonga amalungu enginawo kubhodi

ngokunakisisa kwawo izindaba zebhodi kanye nokuletha

ulwazi lwawo oluhlukahlukene ukuthwala izinselele ezibhekene

nenhlangano.

Prof Loyiso Nongxa

NRF Board Chairman

NRF Annual Report 2017/18 11

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!