26.02.2013 Views

Download - African Bank

Download - African Bank

Download - African Bank

SHOW MORE
SHOW LESS

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

16. Ukuvota nezithunywa

Bonke abanikazimasheya ajwayelekile bayoba nelungelo lokwethamela nokuvota emhlanganweni ovulelekile waminyaka yonke

noma emhlanganweni oye wahlehliswa. Lapho kuvotwa ngokuphakamisa izandla, lowo mnikazi wamasheya ajwayelekile okhona

siqu, noma esimeni senkampani lapho iqoke ozoyimela ngokulandela izimiso zesigaba sama-88 somthetho wezinkampani, uyoba

nelungelo lokuvota kanye. Ilungu elinegunya lokwethamela nokuvota emhlanganweni linelungelo lokuqoka ozolimela

emhlanganweni abe negunya lokukhuluma, avote noma ahlale engavoti lokho ebe ekwenzela ilungu.

Isithunywa esiqokwayo akusho ukuthi kumele size sibe yilungu. Ufakelwe ifomu yokuqoka ozokumela nokumele igcwaliswe

umnikazimasheya akhishelwe isitifiketi noma ngumnikazimasheya osebenzisa uhlelo lwekhompuyutha kodwa obhalise ngegama

lakhe ongezuphumelela ukuhambela umhlangano.

Amafomu okuqoka isithunywa/ozokumela kufanele ahanjiswe noma aposelwe ehhovisi lalabo abengamele izindaba zamasheya

enkampani okuyiUltra Registrars (Pty) Ltd, 11 Diagonal Street, Johannesburg, 2001 (PO Box 4844, Johannesburg, 2001), kanti kumele

afike lapho kusasele isikhathi esingaphezulu kwamahora angamashumi amane ngaphambi kokuba kubanjwe umhlangano.

Ukugcwalisa ifomu yesithunywa komnikazimasheya oseguqukele ohlelweni lwe-khompuyutha kodwa ekhethe ukuzibhalisela

ngokwakhe akumvimbi ekwethameleni umhlangano wabanikazimasheya ovulelekile uma egcine enqume ukuzizela siqu.

Abanikazimasheya asebengene ohlelweni lwekhompuyutha abafisayo ukwethamela umhlangano kumele bazise iCSDP (Central

Securities Depository Participants) noma umphatheli ngesifiso sabo bese becela iCSDP noma umphatheli ukuba abanike igunya

lokwethamela umhlangano uma kungenjalo banganika iCSDP noma umphatheli umyalo oqondene nokuvota uma kuwukuthi

angeke baphumele ukubakhona siqu emhlanganweni ovulelekile waminyaka yonke.

Ikhishwe yibhodi

Ye-African Bank Investments Limited

Sarita Martin

UNobhala we-Nkampani

14 November 2003

IHhovisi elibhalisiwe

59 16th Road

Midrand

1685

Private Bag X170

Midrand

1685

147

African Bank Investments Limited

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!