26.02.2013 Views

Download - African Bank

Download - African Bank

Download - African Bank

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

Incwadi eya kwabanezabelo iqhutshiwe

kubathengi futhi nokumisela

uhlelo lokusebenza olusha

nolusebenza kuwonkewonke

kwimakethe ehlanganisiwe

yezokwebolekisa.

Noma yiluphi uhlelo

lwezinguquko luletha

ungabazane kanye nokungazinzi

okuthizeni njengoba

ingxoxompikiswano kuzwelonke

iqhubeka. Ukuze kubhekelelwe

ukwanda ngokushesha

nokuqhubekayo kokutholakala

kwemali mboleko ezimiselweni

zikhathi nasekusebenzisaneni

okukhulu phakathi kukaHulumeni

kanye nemboni yezokubolekisa.

Kuphinde kubaluleke kakhulu

ukuthi uhlelo lokubuyekeza

luhlanganise yonke imithetho

enomthelela embonini

yezokubolekisa kanye

nasekutheni leyo micikilisho

emisha ibhekisiswe kabanzi

mayelana nemiphumela

enganayo ngokomthetho.

Leminyaka emibalwa edlule

ibonise isimo sokuhlakazeka

okukhulu ohlelweni lomthetho

mayelana nokuvikelwa

kwabasebenzisi kanye

nokwenziwa ngcono

okuqhubekayo komthetho

ngenxa yenxanxathelo

yeziqondiso zangasikhathi

nokubangele ukukhula

kwezindleko zokuhambisana

naleyo mithetho. Kwethenjwa

ukuthi uhlelo lokubuyekezwa

luzokumisa kanti lapho

kungenzeka khona, likuguqule

okunye kwalokho.

Ukufinyeleleka kanye nezindleko

zokubolekwa kulabo bantu

ababalelwa ezigidini ezingu-16

zabasebenzisi baseNingizimu

Afrika, kanjalo nalabo abangabi

nakho ukufinyelela

ekubolekweni, bazothinteka

emphumeleni wohlelo

lokubuyekezwa komthetho

wokubolekisa, umthetho

wezivumelwano zokubolekisa

kanye nesaziso sika-1999

sokukhululwa ngaphansi

komthetho wokubolekisa.

Ngokubhekelela izimo

zezimakethe esezishiwo ngenhla,

okudingekayo, i-ABIL ekholwa

yikho, ngukwakhiwa kwemakethe

yezokubolekisa engabandlululi,

enokuncintisana nehlangene.

Ukufinyelela kulokhu, iqoqo

liyavumelana nalezi zesekelo

ezilandelayo zohlelo olusha:

– Ukususwa kokulawulwa

kwamanani. Ukumiselwa

kwamanani kwehlisa

ukubolekisa, kone ukwabiwa

kokubolekisa emnothweni,

kwandise ubungozi

obucatshangelwayo kubatshali

nabesekeli ngezimali kanti

ngenxa yalokho kwenyuke

izindleko zokwebolekisa bese

kwehla ukufinyeleleka

kokwebolekwa;

– Ukumiselwa kohlaka olulodwa,

oluqondakala kalula lokuvikela

abasebenzisi kuyoyonke

imakethe yezokwebolekisa.

Lokhu kuzosusa inhlakanhlaka

ekhona njengamanje kanye

nokudideka kanti kufanele

kuqondwe ngakho ukwehlisa

kakhulu izindleko ezinkulu

njengamanje zokuhambisana

nomthetho kube kwenzeka

ngcono ukusebenza kokulalelwa

kwezikhalazo zabasebenzisi;

– Ukwenziwa kunye kwamanani

kanye nokuvezwa

kwezinkontileka, ukususwa

kokudideka okukhona

njengamanje kanye

nokuxhashazwa okukhona

kwimakethe kanye nokwanda

kokwethembela kulokho

kuvuleleka njengendlela

yokulawula ebalulekile ukusiza

abasebenzisi ukuba bakhethe

ngokwazi;

– Umthetho wokumisela

ukwenganyelwa kolwazi

lwezokwebolekwa ukuze

kwazeke uma kukhona ofuna

ukwandiselwa ukwebolekwa

kanye nasekulawuleni

ukuvikeleka kwabasebenzisi

kanye namalungelo

ababolekisi ohlelweni;

– Ukwethembela emaketheni

kunaseziqondisweni

ezilayezayo futhi ezinokona

kanye nemithetho ejezisa

ukwebolekisa kanye

nokweboleka

okunokunganakekeli;

– Ukuvumela nokugqugquzela

ukuncintisana ngaphakathi

embonini kanye nokukhulisa

ukuzikhethela

kwamakhasimende ngokunjalo.

Kubaluleke kakhulu ukuba

uhulumeni kanye nemboni

yokwebolekisa bahlanganyele

emuzweni wokubambisana

ngesikhathi salokhu kubuyekeza

futhi i-ABIL ibambe iqhaza

ngokuphelele kulolu hlelo.

Isigaba 74 soMthetho

weziNkantolo zoMantshi

Ukuxhashazwa kobuthakathaka

obukhona kulo mthetho yilabo

baphathi bezikweletu

abangethembekile sekubangele

amakhulu ezinkulungwane

zabantu ukuba bazithole

bekhokhela izikweletu

ungunaphakade, kube

kungabaphathi zikweletu

abahlomula kakhulu kulokhu.

IKhomishani yokuGuqulwa

koMthetho (Low Reform

Commission) seyiqalile

ngokubuyekeza isigaba 74

soMthetho weziNkantolo

zoMantshi kuwo lonyaka. Imboni

yamabhange, ngokusebenzisa

uMkhandlu wamaBhange,

seyenze isethulo kwikhomishani

yokuguqulwa komthetho.

Umnikelo we-ABIL kuleso sathulo

ube mkhulu.

Impendulo yeKhomishani

yokuGuqula uMthetho kuleso

sathulo isaqhubeka. Nokho-ke

ithuba likhona lokuba kwenziwe

izinguquko zesikhashana

esigabeni 74 ukubhekelela

izimbobo emthethweni wamanje

nezisetshenziswa ngabaphathi

abangethembekile nokulimaza

amakhasimende kanye

nababolekisi ngokufanayo.

Sikholelwa ngukuthi uhulumeni

kufanele asebenzise leli thuba

ukumisela lezo zinguquko

zesikhashana ngokukhulu

ukushesha, kunokuba kulindwe

uhlelo oluzothatha isikhathi

lokubhala umthetho omusha.

2. Isivinini esikhulu

ekuhlanganisweni

ukuqhubekezeleka

kulolonke iqoqo

I-ABIL iyakwamukela ukuthi

ukuqhubeka nokukhula, ukuhamba

phambili ngokuncintisana kanye

nokuqamba imikhiqizo emisha

akwenele. Amaphuzu enhlalo kanye

nendawo yokusebenzela asebe

yizinqumosimo ezibalulekile

ekuhlonzeni impumelelo yenkampani.

Ngakho-ke seyikwandise kakhulu

ukugxila kweqoqo ecebweni

lokuqhubezeleleka kokusebenza.

Injongo yalo ngukwakha

umhlahlandlela ohlanganisiwe

wezokuphathwa kokuqhubezeleka

7

African Bank Investments Limited

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!