Ukuvangela Okucabindlela - Pioneer Missions
Ukuvangela Okucabindlela - Pioneer Missions
Ukuvangela Okucabindlela - Pioneer Missions
You also want an ePaper? Increase the reach of your titles
YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.
Kulesisifundo usufundile ngenjongo yothando lukaNkulunkulu

empilweni yakho, nezinye izimangaliso zokumazi yena. Labo

abamethembayo uJesu baphiwa impilo echichimayo, ukuphila

okuphakade, ukuphendulwa kwemithandazo, inkululeko, ikhaya

eZulwini, injabulo, ukuthula, nomusa. Futhi uN kulunkulu

uyakuba thethelela, azisuse izono zabo.

Uma uphenduka ezonweni zakho, yamkela uJesu, uJesu, uzongena

enhliziyweni yakho abe yiNkosi yaphakade. Ukuphenduka ukushiya

izono zakho ulandele uKristu. Wazifela zonke izono zakho,

wayesevuka engcwabeni. Esifundweni esilandelayo uzofunda

ngezinye izipho zikaNkulunkulu eziza kuwe -- ukuphila okuphakade.

222

AMANDLA OKUPHILA PHAKADE

IVangeli NgokukaJohane Izifundo ZeBayibheli - Isifundo 2

Abaningi bazi ukuthi ukuphila okuphakade kuzwakala ngemva

kokuba sesifile. Abantu abaningi bacabanga ukuthi umvuzo

wokuphila okuphakade kungukwenza okulungileyo okunqoba zonke

izono ozenzile. Akusilo iqiniso lokhu. Bambalwa abezwayo ukuthi

uJesu uye athini njalo njalo: ukuthi sinakho ukwazi ukuthi

sinokuphila okuphakade manje.

Ake sibheke eVangelini ngokukaJohane eBhayibhelini. Vula

isahluko 17 ivesi 3. Lifunde ivesi, bese uphendula umbuzo

ngamagama akho. Bhala emgqeni.

1. Kuyini ukuphila okuphakade? 17:3

2. Ucabanga ukuthi “singamazi” kanjani uNkulunkulu noJesu?

17:17

Ukuphila okuphakade akusiso nje isethembiso sakusasa. Ukuphila

okuphakade kusongwe kuJesu Kristu. Ukwenza uJesu abe yiNkosi

noMsindisi wakho kungukuba nokuphila okuphakade.

3. Yiyiphi indlela yokuthola uJesu na? 5:39

4. Ngubani onamazwi okuphila okuphakade kubo bonke na? 6:67-

69

223