29.12.2012 Views

Ukuvangela Okucabindlela - Pioneer Missions

Ukuvangela Okucabindlela - Pioneer Missions

Ukuvangela Okucabindlela - Pioneer Missions

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

INCAZO

UMVANGELI OCABINDLELA - Yigama leli elisho umuntu noma

abantu abaqala imisebenzi emisha noma abaqalisa amabandla

amasha.

UKUVANGELA - Leligama lisho "ukumemezela izindaba ezinhle

zikaJesu Kristu." Ivangeli lichaziwe encwadini 1 Korinte 15:3-4

ukuthi, "ukuthi uKristu wafa ngenxa yezono zethu

njengokwemibhalo, nokuthi wembelwa, nokuthi wavuswa

kwabafileyo ngosuku lwesithathu njengokwemibhalo…" Yizona

lezo-ke izindaba ezinhle zevangeli. Ukuzimemezela lezizindaba

ezinhle kubantu abalahlekile emhlabeni, ukuvangela-ke lokho.

12

AMAQINISO ASEMQOKA

Lengxenye yencwadi ichaza ukuthi yini efanele ukwenziwa

umvangeli ocabindlela nokuthi kungani efanele akwenze.

I. Yini umvangeli ocabindlela?

II. IBhayibheli namasiko.

III. IBhayibheli namandla alo.

IV. Ngubani ongaba umvangeli ocabindlela?

V. Umsebenzi womvangeli ocabindlela.

VI. Imigomo yomvangeli ocabindlela.

VII. Izinto eziyisishiyagalolunye zokuqala ezingenza

amabandla aqalwayo abenempumelelo.

VIII. Okhiye abayisithupha emabandleni akhulayo emva

kokuqala kwawo.

IX. Izinhlobo ezintathu zebandla leTestamente elisha.

X. Isiphetho

13

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!