29.12.2012 Views

Ukuvangela Okucabindlela - Pioneer Missions

Ukuvangela Okucabindlela - Pioneer Missions

Ukuvangela Okucabindlela - Pioneer Missions

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

IZINDABA EZINHLE NGOJESU

Ngu

Christy A. Brawner

Izifundiso zikaJesu - Isifundo 4

ngokukaMathewu 10 - 16

“Ngifuna isihawau, hayi umhlatshelo.” ngokukaMathewu 12:7

Ukubukeza

1. UJesu wazalwa ngowesimame womJuda ogama

lingu__________________.

2. Izazi zaba nakho ukumthola uJesu ngoba zazilandela

i__________________.

3. Izazi azibange zisabuyela kuHerode ngoba bayalwa ngu

Nkulunkulu ukubuyela ekhaya ngenye indlela.

4. UJohane uMbhapathisi wahlala ehlane eshumayela

e_________________ labo bantu ababevuma izono zabo.

5. Lisho ukuthini igama “lokuphenduka”?

6. Ngesikhathi uJesu ebhapathizwa,

u____________________wehlela , emhlabeni njenge juba,

nezwi eZulwini lakhuluma. Lokhu kusibonisa uButhathu bonye

bukaNkulunkulu:

UNKULUNKULU__________________UNKULUNKULU

_________________ UNKULUNKULU __________________.

Sithi-ke uNkulunkulu oziqu zintathu.

7. Ehlane uJesu walingwa u___________________.

8. Abafundi bokuqala bakaJesu babe__________________

ngokomsebenzi.

9. UJesu wanqwamana namadoda amabili ayekhwelwe

ngamadimoni, uJesu wawasiza kanjani lamadoda. Abantu

bendawo benzenjani kuJesu ngesenzo sakhe. _______________

10. AbaFarisi bamnyemba uJesu yingoba wayedla nabantu abanjani?

270

11. Ingabe kungcono yini ukuba yisoni esikhulu esiphendukile

kunoma ube ngumuntu onezono ezincane kodwa inhliziyo ibe

ingaphendukanga? _______________________

UJesu wabiza amadoda ayishumi nambili ukuba abe

ngabafundi bakhe, efuna babeseduze naye ezobafundisa. Lamadoda

ayishumi nambili wawanika amandla phezu kwemimoya emibi,

wabapha amandla okuphilisa zonke izinhlobo zezifo. Wathi kubo

mabaphe ngesihle ngoba nabo bemukele ngesihle. UJuda

wayephakathi kwamadoda ayethunyiwe.

UJesu wabathumela kuwo onke amakhona akwaIsraeli

ukuze babizele amaJuda ekuphendukeni nokukholwa yiNkosi uJesu

Kristu. Wawaphathisa umbiko lamadoda uJesu, “Ongivuma phambi

kwabantu Nami ngiyomvuma phambi kukaBaba oseZulwini. Kodwa

ongiphika phambi kwabantu, Nami ngiyomphika phambi kuka Baba

oseZulwini.”

UJesu uqobo wayehamba eshumayela eGalile, efundisa

ephilisa yonke inhlobo yezifo. Kodwa abantu baseGalile, ayesehlale

nabo isikhathi eside abamamkelanga. Izwe lase Kapenawume lapho

aqala khona nabo abamamkelanga. Ekubona lokhu wakhuluma

noYise, nanka amazwi akhe: “Ngiyakubonga Baba , Nkosi yeZulu

nomhlaba ngokuthi uzifihlile lezizinto kwabahlakaniphile

nabaziqhenyayo wazambulela abantwana. Noma kunjalo Baba,

kwaba kuhle kuwe. Konke kulethwe kimi nguBaba, akekho owazi

iNdodana ngaphandle kuka Baba. Akekho futhi owazi uBaba,

ngaphandle kweNdodana, naloyo iNdodana ethanda ukumambulela.

Wozani kimi nonke nina enisindwayo ngizoninika ukuthula.

Thathani ijokwe lami nifunde kimi, Ngimnene, Ngithobekile

enhliziyweni, niyothola ukuthula ezinhliziyweni zenu. Ngokuba

ijokwe lami lilula nomthwalo wami ulula."

Esekushilo lokhu, uJesu nabafundi bakhe banqamula

emasimini kwakuyiSabatha. Abafundi bakhe babelambile, bama ,

bakha izikhwebu badla,

AbaFarisi bekhumbula abantu benkolo laba, babanyemba

ngoba benza okuphambene nomthetho wamaJuda wokusebenza

ngeSabatha. UJesu wabaphendula ebatshela ukuthi babengawazi

271

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!