29.12.2012 Views

Ukuvangela Okucabindlela - Pioneer Missions

Ukuvangela Okucabindlela - Pioneer Missions

Ukuvangela Okucabindlela - Pioneer Missions

SHOW MORE
SHOW LESS

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

5. Wenake kufanele wenzeni ngoJesu?

6. Labhalelwani iVangeli likaJohane? 20:31

Umphostoli uPawule walibhala kanje. “Ngokuba okokuqala

nganinika lokho engakwamukela nami ukuthi uKristu wafa ngenxa

yezono zethu njengokwemibhalo, nokuthi wembelwa, nokuthi

wavuswa kwabafileyo ngosuku lwesithathu njengokwemibhalo.” (1

Korinte 15:3-4)

UJesu waye nguNkulunkulu ngesikhathi uYise emthuma emhlabeni

ukuba azophila njengomuntu. Indodana kaNkulunkulu yakuzwa

lokhu okwakuzwiwa ngabantu, noma kunjalo akazange one. UJesu

wafa esiphambanweni, esikhundleni sezono zethu ngenxa yothando

lwakhe kithina. Wehlukana noYise ngenxa yezono zakho. Waba

nguMhlatshelo ophelele ongadingi kufaniswa noma

ongenakuphindwa phindwa namuhla.

UJesu wangcwatshwa ethuneni. UNkulululu wakwamkela ukufa

kukaKristu njenge nhlawulo ephelele yezono zakho, wamvusa

kwabafileyo. UJesu Kristu uyaphila ngoMoya Ongcwele ungena

ezinhliziyeni zabo bonke abaphendukayo ezonweni zabo banikele

ngezimpilo zabo, bamamukele njengoMsindisi neNkosi. Uhlala

nabakholwayo kuze kube phakade.

242

ISIPHO ESIMANGALISAYO

IVangeli NgokukaJohane Izifundo ZeBhayibheli - Isifundo 6

Akwanele ukwazi utho oluthize. Kudingeka ulwazi ulwenze.

Kuyamangalisa ukuphiwa isipho. Kodwa awukwazi ukusijabulela

isipho uma ungasamukeli kumnikazi, bese usisebenzisa.

UNkulunkulu usipha isipho esimangalisayo sokuphila okuphakade,

kodwa kufuneka wena wamkele isipho ngokwamkela indodana

yakhe, uJesu Kristu. Funda amavesi alandelayo uphendule imibuzo

ngamazwi akho.

Sisebenzisa igama elithi “ukukholwa” yonke imihla “ngiyakholwa

ngumdeni wami” noma “ngiyakholwa yiqembu lalepolitiki.”

Lokhuke akushiwo ngalendlela ebhayibhelini. UNkulunkulu ufisa

ukuthi sikholwe nguye! Kodwa kusho ukuthini ukukholwa?

1. Yimuphi okunguwona “umsebenzi” uNkulunkulu awamkelayo

wokusindiswa? 6:28-29

Nanka amavesi ambalwa achaza ukuthi ngokweqiniso kuchazani

ukukholwa kuJesu Kristu.

UJesu wathi: “Bheka ngimi ngasemnyango ngingqongqotha: uma

umuntu ezwa izwi lami, avule umnyango, ngiyakungena kuye,

ngidle naye, naye adle nami.” (Isambulo 3:20)

2. Umi kuphi uJesu?

3. Usho ukuthini “umnyango” kulengxoxo?

243

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!