29.12.2012 Views

Ukuvangela Okucabindlela - Pioneer Missions

Ukuvangela Okucabindlela - Pioneer Missions

Ukuvangela Okucabindlela - Pioneer Missions

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

KONKE AKWAZIYO

34. Ukuthula nokulalela akusilo uphawu lokungazi kumholi. Lapho

umholi ethule akusho lokho ukuthi __________________________.

AKANALWAZI

35. Umholi akufanele ezwe enesidingo sokuba kuzo zonke izifundo

a. Asho konke akwaziyo.

b. Abe ophethe.

c. Alalele.

ASHO KONKE AKWAZIYO ABE OPHETHE

36. Eqenjini elifunda izifundo zeBhayibheli kuyovela omunye

oyofuna ukubonakalisa inhlakanipho yakhe. Umuntu onjalo

“ongukwazi konke.” KUNGUKUCHITHA ISIKHATHI

UKULIBALA UKUPHIKISANA NABANTU ABANJE.

Lezizazi“zefilosofi” imvama zingabantu ______________________.

(khetha okungaphezu kokukodwa)

a. Abafuna iqiniso ngobuqotho

b. Abazama ukuzidonsela amehlo abantu

c. Abathanda ukukhuluma

ABATHANDA UKUZIDONSELA ABATHANDA

AMEHLO ABANTU UKUKHULUMA

37. “Ongukwazi konke” esingakaze sikuthole ukusindiswa

kweqiniso ngeke siziqonde izinto zikamoya. Umholi kufanele

avume ukuxoxa siphi isifundo nalomuntu phakathi kwalezi

ezimbili.

a. Umuntu angasindiswa kanjani

b. Ubuthathu bukaNkulunkulu

92

UMUNTU ANGASINDISWA KANJANI

38. “Ongukwazi konke” siyoshesha sishintshe esinye isifundo siye

kwesinye. Useyoba umholi wesifundo wesikhashana.

Ukuphikisana kuyoveza _______________________ kwamanye

amalungu eklasi.

a. Ukudideka

b. ukuchazeka

UKUDIDEKA

39. Iqembu lezifundo zeBhayibheli liyodideka uma kukhona

_____________________________________ nezazi zefilosofi.

UKUPHIKISANA

40. Njengalokhu ubuholi obungesobala busho ukuhlanganyela

kwamalungu amaningi UMHOLI KUMELWE ABE NEQINISO

UKUTHI UMUNTU OYEDWA AKATHATHI ITHUBA

LONKE YEDWA ENGXOXWENI. Uma umuntu oyedwa

ethatha isikhathi sonke kusho ukuthi umholi akasebenzisi kahle

ubuholi __________________________________________.

OBUNGESOBALA

41. Uma umuntu ekhuluma isikhathi sonke yena yedwa kulukhuni

ukuba amanye amalungu eqembu ______________________.

AHLANGANYELE KOKWENZIWAYO

42. Uma ubuholi obungesobala benziwa kahle kungumsebenzi

________________ukubona ukuba ukuhlanganyela

kokwenziwayo kwenziwa ngumuntu wonke eqenjini.

WOMHOLI

93

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!