Ukuvangela Okucabindlela - Pioneer Missions
Ukuvangela Okucabindlela - Pioneer Missions
Ukuvangela Okucabindlela - Pioneer Missions
Create successful ePaper yourself
Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.
UKUHOLA

52. Umholi ongumKristu osemusha naye angalihola iqembu elenza

izifundo zeBhayibheli noma engakabi umholi __________________.

OSENESIKHATHI EKWENZA

53. Bhala “uYebo” noma “uCha” ezikhaleni.

a. ___________ Umuntu okade ephansi koqeqesho

olunzulu ulungile ukuhola izifundo zebhayibheli

zasemakhaya eqenjini.

b. ___________ Umlimi onoqeqesho oluncane lokuhola

izifundo zeBhayibheli zasemakhaya angahola iqembu

ngempumelelo.

ZOMBILI IZIMPENDULO “ZILIQINISO”

54. Ngubani onemali eyanele yokuqala iqembu lezifundo

zeBhayibheli lasemakhaya? (Khetha okukodwa noma

okungaphezu kokukodwa)

a. Ummeli

b. Umbazi

c. Udokotela

d. Uthishela

e. Isisebenzi sasembonini

UMLIMI/ UMBAZI/ UDOKOTELA/ UTHISHELA/ ISISEBENZI

SASEMBONINI

55. Ngesesikufundile Ubuholi Obungesobala bubonakala buyindlela

engcono kakhulu yokuqala izifundo zeBhayibheli zasemakhaya

zamaqembu angagcina esengamabandla. Iyindlela enhle ngoba:

a. Kulula ________________________ubuholi komunye

weqembu.

b. Baningi abantu abangawaqala lamaqembu ngoba

akudingeki___________________.

96

a. UKUDLULISELA

b. OSENESIKHATHI EKWENZA, UQEQESHO

NEMALI

56. UKUBUKEZA ESESIKUFUNDILE

A. Ubuholi obungesobala buphethe izinto ezimbili.:

1. _________________________________ ekhonjwa

ngumholi

2. _________________________________

kwamalungu

A. Izinto eziyisihlanu ezimelwe ukukhunjulwa lapho

kuholwa izifundo zeBhayibheli eqenjini yilezi:

1. Umholi kufanele akhuthaze __________________

kwawo onke______________________________.

2. Nikeza ibhuku ____________________________

noma iyiphi enye into ______________________.

3. Umholi kufanele __________________________

ebuholini bakhe.

4. Umholi kufanele enze ubuholi _______________.

5. Ngu ____________________________________

kuphela ongaletha ukuhlabeka kwenhliziyo

nokuphenduka kweqiniso esonweni.

B. Bhala izizathu ezimbili zokuthi kungani indlela yobuholi

obungesobala kuyiyona indlela enhle yokuqala

amabandla amasha.

97