29.12.2012 Views

Ukuvangela Okucabindlela - Pioneer Missions

Ukuvangela Okucabindlela - Pioneer Missions

Ukuvangela Okucabindlela - Pioneer Missions

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

4. Esephumile uJesu emanzini uMoya kaNkulunkulu wehla

njengejuba uNkulunkulu Baba wakhuluma esezulwini ethi, “Lo

yiNdodana yami engithokoza ngayo.” Lapha sibona iziqu

ezintathu zobuNkulunkulu. Ziyini?

UNKULUNKULU UBABA, UNKULUNKULU INDODANA

NONKULUNKULU UMOYA ONGCWELE.

5. UJesu wasiwa ehlane ukuba ayolingwa nguSathane. USathane

ukhona Ungumoya

ose zweni, kanye neminye imimoya engabalandeli bakhe

okuthiwa ngamadimoni, aletha imbubhiso ezimpilweni zethu

ngokusiholela ekungamlalelini uNkulunkulu. Njengoba noJesu

alingwa, nathi uSathane uyasilinga. Kodwa iBhayibheli

lisifundisa ukuthi thina asingenjengaye uKristu. Thina silingwa

ngobubi osebuvele buhleli ezinhliziyweni zethu obenza senze

lokho okungathandeki kuNkulunkulu, isono.

6. Umphrofethi uIsaya waphrofetha ngokuthi uJesu wayezohlala

ngendlela yasolwandle nokuthi wayezoba ukukhanya ebantwini,

ababesebunyameni, kulabo ababehlala ethunzini lokufa.

Sonke, ngaphandle kukaKristu, sisebumnyameni, mhlawumbe wena

noma lowo omthandayo uhlezi ethunzini lokufa. Abanye ngenxa

yama “drugs” izimilo ezimbi, abanye banendluzula,

basekuhlukunyezweni. Leli vesi lisitshela ukuthi uJesuwazo letha

ukukhanya kwaba sebumnyameni, unakho ukunika inkululeko

kulabo abaphila ethunzini lokufa.

*Emthandazweni wethu namhlanje, masithandazele abathandwa

bethu abahlezi ethunzini lokufa. Akwaba singathola ukukhanya

nenkululeko kuJesu Kristu.

264

IZINDABA EZINHLE NGOJESU

Ngu

Christy A. Brawner

Izimangaliso zikaJesu - Isifundo 3

ngokukaMathewu 4-9

“Ngilandeleni; ngiyakunenza nibe-ngabadobi babantu.”

ngokukaMathewu 4:19

Ukubukeza

1. Ngubani owatshela uJosefa ngokuza kukaJesu, ngubani

nowamtshela ukuthi igama lakhe kuzoba ngu "Emanuweli”

noma ngu “Nkulunkulu unathi”. Lokhu kusifundisa ukuthi uJesu

ungu____________________ uNathi.

2. Ngubani owayefuna ukubulala umfana omncane uJesu? Ngani?

Wasinda uJesu ngoba babalekela e________________________.

3. Ngubani owabhapathisa uJesu? Iqiniso lokuthi uJesu

wabhajadiswa lisobala ukuthi ukubhapathiswa akusikho

ukugezwa____________________empilweni yethu.

4. Esephumile uJesu emanzini, okwakufana nesimo sejuba kwehla

kuvela eZulwini, neZwi lakhuluma livela eZulwini.

Kwakungubani ijuba kwakungelikabani Izwi elalivela eZulwini.

5. Abafarisi babecabanga ukuthi bona akudingeki ukuba

baphenduke ezonweni zabo ngoba babekholwa kakhulu.

Kuyenzeka yini ukuthi umuntu okholwe kakhulu angaphenduki

ezonweni zakhe na?

6. Lisho ukuthini igama elithi “ukuphenduka”?

7. Yini isono? ____________________________________

8. Ngubani owalinga uJesu ehlane?

265

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!