29.12.2012 Views

Ukuvangela Okucabindlela - Pioneer Missions

Ukuvangela Okucabindlela - Pioneer Missions

Ukuvangela Okucabindlela - Pioneer Missions

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

ISIQAPHELISO #3

Usungenza amabandla amasha asezindlini ngalabo asebeqede

isigaba sesibili sezifundo Izindaba Ezinhle. Lokhu kwandisa

inqubekela phambili yabaholi abasha abaphuma

kulawomaqembu futhi kwandisa ukuba yilelo naleloqembu

lizalane (ukuphindaphindeka kokuzalana), nokwandisa

nokuthuthukisa ufuzo ngokudlulisela kwabanye lokho

abakufundile.

Bakhuthaze futhi abaholi bendawo ukuqhubeka bahlangane

emakhaya kunokukhokha intela ngendawo yokukhonzela

ukuze uvimbe izithiyo zokuzalana.

ISIQAPHELO #4

Kulusizo olukhulu uma izifundo “Izindaba Ezinhle”

zingenziwa emaqenjini amancane anabantu abavele

benobuhlobo. Kwezinye izizwe abantuba khona

ababethembi abantu abangahlobene nabo (njengalokhuabangani,

amalungu omndeni). Laba bese beba ngumongo

wokuqala amabandla amasha emakhaya.

Ngenkathi amaqembu ekhula (evuthwa) ayaqala ukuziveza

kwamanye ezazisa kwamanye ngomholi wabo. Bayobe

sebethola amalungelo okusebenzisana ukuba bakhuthazane,

baxoxisane, baqeqeshane, nokuphuma bayozuza abanye.

Nokho kwezinye izizwe kuvama ukungenzeki lokhu

kumakholwa asemasha kakhulu.

ISIQAPHELISO #5

Okunye, ukukhula kwamaqembu namabandla emakhaya

akhula ngokushesha kunamaqembu amakhulu. Ngaphandle

kokuba kube nesizathu esiphoqayo ngokwamasiko noma

ngokomlando ukuba amabandla amasha athenge indlu noma

ngokomlando ukuba amabandla amasha athenge indlu noma

152

aqashe indlu endaweni enze ibandla elikhulu, kufanele

bakhuthazwe ukuba baqhubeke nendlela yamabandla

emakhaya. Kubakuhle njalo-nje ukuqinisa ukubhekisa

amehlo ekuvangeleni, nasekwenzeni abafundi,

nasekwandiseni ibandla.

ISIQAPHELISO #6

Ungasebenzisa futhi “IVangeli NgokukaJohane Izifundo

ZeBhayibheli” uma isimo sendawo sikuvuma lokho. Enye

indlela ungasebenzisa izifundo ezisheshayo osheshayo

zokuxoxa kuka J.O. Terry noma uJackson Day ezahlukweni

zabo ezikuyo lencwadi ezichazayo ngaphambi kokuqala

izifundo zikaJohane kwabakaBhuda namaHindu (inkolo

yasendiya) abenkolo yemimoya, eyamaSulumane, Sikhs,

(enye inkolo yaseNdiya) nanoma yimuphi owazi kancane

noma ongazi lutho ngobuKristu nangezifundiso zabo. Ngicela

uqaphele futhi ukuthi indlela yokuxoxa ngokohlelo

lwezikhathi kungasetshenziswa esikhundleni sezifundo

zikaJohane kulamaqembu.

ISIGABA SESITHATHU

Qala ezinye “Izifundo ZeBhayibheli Izindaba Ezinhle” (noma

ukuxoxa) namaqembu kweminye imizi endaweni usebenzise

abaholi bendawo abaqeqeshwe esigabeni sesibili ukuba

bahole izifundo. Abaholi bendawo abasha (labo abasuka

esigabeni sokuqala) bayoqala ukuqeqesha amakholwa amasha

asuka esigabeni sesibili ngokuhamba nabo lapho benza

lezizifundo.

Abaholi abas ha besigaba sokuqala sezifundo sebehola

lamaqembu bephelekezelwa ngamakholwa amasha

aphenduke esigabeni sesibili sezifundo.

Amaqembu 3

Izindaba

Ezinhle

Amaqembu 3

Izindaba

Ezinhle

153

Amaqembu 3

Izindaba

Ezinhle

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!