29.12.2012 Views

Ukuvangela Okucabindlela - Pioneer Missions

Ukuvangela Okucabindlela - Pioneer Missions

Ukuvangela Okucabindlela - Pioneer Missions

SHOW MORE
SHOW LESS

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

5. Izidingo zomhlaba zinkulu: asikwazi ukwenza lokhu

sisodwa. Kunezigidi zabantu ezingakaze ziluzwe uthando

lukaKristu. Kunezigidi zabantu ezingakaze zizwe uthando

lwabanye abantu. Kunezigidi zabantu ezinganikela

ngezimpilo zazo kuKristu uma kungabakhona

abangazikhombisa, ukuze zizwe uthando lukaJesu. Kofuneka

senze okusemandleni ethu futhi sithandaze ukuthi

uNkulunkulu angaletha abanye abazoletha abantu abaningi

balwazi uthando lukaNkulunkulu.

6. Ningakhombisa uthando lwenu kuNkulunkulu nakwabanye

ngokunikela ngokweshumi emsebenzini kaNkulunkulu

enkonzweni okuyo. UNkulunkulu usebenzisa ibandla ukuba

ukuxazulula izinkinga, emoyeni nasempilweni.

UNkulunkulu usebenzisa okweshumi kwakho ukufeza

izidingo zenkonzo okuyo.

Imibuzo Exoxwayo

1. Yiziphi izindlela engingazisebenzisa emhlabeni ukukhombisa

uthando lukaNkulunkulu?

2. Yiziphi izidingo ezinkulu zabantu abakanye nami?

Bahlupheka kangakanani abantu lapho ngihlala khona?

3. Ngingafinyelela kanjani kubantu abahlukumezekile endaweni

engikuyo?

4. Ngingalukhombisa kanjani uthando lukaNkulunkulu ikakhulu

kubantwana?

5. Ngingenza kanjani ukuthi abantu ngibasize ngemali?

6. Ngiyamdumisa uNkulunkulu ngemali yami na?

7. Ngingababonisa kanjani labo enginabo umusa

kaNkulunkulu?

*Yiso lesi isikhathi esihle eningaxoxa ngaso ngokuxhasa

isithunywa sevangeli (missionary) esikwelinye izwe nithandazele

iqembu elikwelinye izwe elingakaze lizwe ngothando

lukaNkulunkulu.

328

UKUQALA IMPILO ENTSHA KUKRISTU

Ngu

Chrsty A. Brawner

“Ukukhaphela Nokuthethelela”-Isifundo 6

ngokukaMathewu 21-27:10

“Uma sizivuma izono zethu, uthembekile, ulungile ukuba

asithethelele izono, asihlambulule kukho konke

ukungalungi.” 1 kaJohane 1:9

Ukubukeza

1. Umprofethi uIsaya wathi uJesu uzokuthiwa ngu Emanuweli

okusho ukuthi, “uNkulunkulu ______________________.”

2. UJesu wathi akekho owaziyo ukuthi uyobuya nini emhlabeni

ngaphandle kuka__________________________________.

3. UJohane wabhapathisa abaningi ehlane abaphenduka e

___________________ zabo.

4. UJesu waphendula uSathane izikhathi ezintathu esebenzisa

_________likaNkulunkulu.

5. Uma sifuna ukukhula kuNkulunkulu, kumele sichithe

isikhathi naye ___________________________________.

6. UJesu wasibiza ukuthi sibe ngabadobi __________________.

7. UJesu waveza uthando lwakhe ebantwini ngoku

__________________ezifweni zabo.

8. UJesu wathinteka kakhulu uma ebona abantu ngoba

wazibona __________________.

9. UJesu wathi kubalandeli bakhe mabaye kubantu, ngoba

wazibona i____________zabo eziningi.

10. UJesu wazi ngisho inani le ___________ zethu emakhanda.

11. Wathi uma abantu bengapha ngisho inkomishana yamanzi

kubantwana ngeke balahlekelwa yi _________________

yabo.

329

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!