29.12.2012 Views

Ukuvangela Okucabindlela - Pioneer Missions

Ukuvangela Okucabindlela - Pioneer Missions

Ukuvangela Okucabindlela - Pioneer Missions

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

11. Ngobusuku bePhasika, uJesu watshela abafundi bakhe ukuthi

omunye wabo wayezo___________. Ngalesosikhathi, akekho

owayazi ukuthi kwakungubani.

12. UJesu wakhuluma nge wayini ababeliphuza. Wathi limele iGazi

lakhe elalizochithakelela uku______________ kwezono.

13. Abafundi bawezwa lamazwi noma kunjalo abaqondisisanga

ukuthi uJesu waye ___________ ngenxa yezono zabo.

14. Ngemva kwesidlo, baya entabeni yeMinqumo base beya

eGetsemane, uJesu wathandaza ebusuku abafundi

be_____________.

15. UJesu wathandaza wathi, “uma ku ngenzeka mayisuke lendebe

kodwa makungenzeki eyami intando kodwa ____________

intando.

Esavusa abafundi bakhe uJesu, uJuda owamkhaphela, wafika

nesixuku esikhulu sabantu, kanye naba Pristi nabezenkolo bephethe

izikhali. UJesu waqatshulwa nguJudas ethi “sawubona Rabbi”.

UJesu waphendula, “Mngane uzeleni na?”

Masinyane omunye wabafundi wahosha inkemba wanquma

indlebe yesisebenzi somPristi. UJesu wamkhuza wabe eseyibuyisela

indlebe yalomuntu. Waze watshela abafundi ukuthi ukuba ubeku

fisa lokhu ingabe wayezobiza “amalegiyona” izinkulungwane 1000

zezingilosi zizokulwa, kodwa ngenxa yokuthi konke okwakwenzeka

kwabe kuyintando kaBaba ukuze kugcwaliseke imiBhalo.

UJesu wayesephendukela esixukwini ebabuza ethi, “nize

ukubamba umphangi njengoba nihlomile nizo ngithatha? Benginani

imihla yonke ngifundisa eThempelini, kodwa anizange ningibambe.

Konkeke lokhu kwenzelwe ukugcwaliseka kwemibhalo kanye naba

Profethi.”

Abafundi bakhe babaleka bamshiya.

Labo abambambayo bamusa kaCayifasi owayengumPristi

omkhulu. Wayelindwe ngabanye abaPristi nabanye abaholi ukuze

bambuzisise.

Base belungise nofakazi abaningi bamanga ukuze

bamqambele bese egwetshwa ukufa. Bababaningi abezayo, kodwa

behluleka ukumbophelela ngendlela eyayizokwenza ukuthi abulawe,

kwaze kwafika umPristi omkhulu wamhlukumeza. Wabe sebuza

282

uJesu ethi, “ngikufungisa uNkulunkulu, sitshele ukuthi unguKristu

indodana kaNkulunkulu yini?”

Wathi uJesu kuye, “kunjengoba usushilo. Noma kunjalo

nizakubona indodana yomuntu ihlezi ngakwesokunene

sikaNkulunkulu iza ngamafu ivela eZulwini.”

Ekuzwa lokhu umpristi wadabula izingubo zakhe ethi,

“yinhlamba” abantu ababelapho base bemthatha uJesu bamkhafulela

ebusweni. Abanye bamshaya abanye bemshaya ngezimpama bethi,

“profetha Kristu! Ngubani okushayile?”

Kwathi sekusa, abapristi nabaholi bamusa kumbusi wama

Roma onguPilatu. Ba mtshela ukuthi lo uthi uyinkosi yabaJuda?

UPilatu wamthatha wambuza ethi, “Ingabe uyiyo iNkosi

yabaJuda na?” UJesu wathi, “kunjengoba usho.”

Noma uPilatu esembuzile akazange athole umbandela

owawunga menza abulawe. UmkaPilatu waba nephupho

elamkhathaza waze watshela umyeni wakhe uPilatu ukuthi

angayingeni indaba kaJesu. UPilatu wayekwazi ukuthi lokhu

bakwenza abaJuda ngoba benomona ngoJesu kodwa akazanga azi

ukuthi akenzenjani, ngoba abantu base bevuke umbhejazane.

Njalo ngonyaka ngesikhathi sePhasika kwakuyi nqubo

kaPilatu ukuthi akhulule isiboshwa esikhethwe abantu. Kulonyaka

kwakunesiboshwa esasiyingozi okwakuthiwa uBaraba. Wamisa

uJesu noBaraba ukuba bakhethe uBaraba noma uJesu othiwa

uKristu? Kodwa abantu sebefakwe umoya ngabapristi nabaFarisi

bathi uBaraba.

“Pho-ke, ngimenze-njani uJesu okuthiwa uKristu na?”

Kubuza uPilatu. Abantu bathi, “Makabethelwe esiphambanweni.”

Uthe uPilatu uma ebona ukuthi abasakhuzeki, wathatha

indishi yamanzi wageza izandla zakhe wathi, “Anginacala egazini

lalomuntu olungileyo ziboneleni.” Wabakhululela abantu uBaraba,

uJesu wamnikela ekubeni makashaywe.

Amasotsha kaPilatu athatha uJesu amusa eNdlunkulu

kaPilatu bafike bamhlukumeza khona bembhinqa. Bamzungeza

behlekisa ngaye bamkhumulisa bamgqokisa ezibubende. Base

beluka umqhele wameva bewufaka ekhanda Lakhe. Bamnika

umhlanga ukuthi Awuphathe ngokungathi yinduku yobukhosi

baguqa phambi kwakhe bekhuleka ngokumbhinqa bethi, “Bayede

283

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!