29.12.2012 Views

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

SHOW MORE
SHOW LESS

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

80

The name , or partofthe name may be in an unknown language .

(Raper ,1979:7).

IKomidi Iaphinda laveza ukuthi kuleli zwe kunezilimi ezabe zincishiwe amathuba zagcina

ngokufadaIaIa kwaya ngokuya zashabaIala lezo zilimi ezesizwe saBathwa. Irnvarnisa ulimi

alufi luthi nya kodwa luba nemilobo eliyishiyayo . Irnilobo leyo yiyona esala iveza ukuthi

kwake kwaba nolimi olwake lwaphila . Kanjalo nasezilimini zesizwe saBathwa kunamagama

okuqanjwe ngawo izindawo ezithile ezakhele leli. Igama lechweba laseBhayi iCoega . Leli

gama akulula ukuba kuthoIakale incazelo yalo ngoba sebeyincosana abazi ulimi lwesizwe

saBathwa okwabe kususelwe kulo. Nokho ukaper , (1979:99) uthi:

This name is derived from Khoekhoen , meaning ground water.

IKomidi !atho!a ukuthi kunamagama alrambisana nomlando okumele umuntu azi umlando

kanye nezigameko ezithile ezake zehlela leyo ndawo njengokuqanjwa kwendawo

yakwar-longoma,URaper,(1979:395) uthi:

Town 45 km east of Mahlabathini and 64 km south of Magudu. It was

established in 1887 and has been administered by health committee since

1946. Originally known as N dwandwe after the tribe that lived there, it was

subsequently renamed after the chiefs village , kwaNongoma , the place of

Nongoma derived from Zulu Nongoma witch doctor' . Scene offighting in

1888 between the rival Zulu chiefuZibhebhu and King Dinuzulu.

Ngokweqiniso ucwaningo aluvurnelani nalokhu okushiwo nguRaper kokuthi umngoma

noma isangoma yi cc witchdoctor' ngesiNgisi. Lokhu okuthiwa I-"witch doctor"

wumthakathi Eqinisweni isangoma ngesiNgisi yi- Spiritual divencr,

Empeleni igama elithi "withchdoctor' Iiyibizongxube kumbe ibizomba.."a elakhiwe ngebizo

witch + doctor anencazelo enje: Umthakathi + inyanga okugcina sekuveze umqondo othi

inyangamthakathi. Lolu hlobo lwesidalwa aselaphi ke uma kulandelwa igama laso. Kungaba

neubanconywana ukuthi kujwayeleke leli elithi ngesiNgisi "traditional healing doctor ".

Esinye isizathu esenza kube lukhuni satshe ukunikeza incazelo yegama ukaper, (1979:7) uthi:

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!