29.12.2012 Views

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

183

ukuvezela umhlaba isithombe sokuba akholakale futhi ahlonipheke kubantu abasuke

bemzungeziJ.e ngaleso sikhathi .

Ucwaningo luthole ukuthi kunamagama aqanjwa ngoba kuqondwe ukudicilela isithunzi

sezizwe ezithile ikakhulukazi ezimpisholo. Amanye ayeblose ukuveza ukuthi isizwe

esiNsundu sinqotshiwe izizwc zokufika,

Ucwaningo luhlose ukweblukanisa inhloko nesixhanti mayelana nokutholisisa ingqikithi

nemvelaphi yamagama okuqanjwe ngawo izindawo ezingaphakathi esiqiwini saseHlulIluwe ­

txMfolozi .

Amagama abukwe kulo msebenzi amagama atholakala kwesinye seziqiwu ezikhona kuleli

likaMthaniya. Isiqiwu saseHlubluwe - u'Mfolozi yisiqiwu esinomlando nesidala kunazo zonke

ezikhona kuleli Iizwe. Umlando walesi siqiwu uveza ukuthi sasungulwa ngonyaka we - 1894

emva kokunikwa kwel-Jatali uzibuse ngonyaka we - 1893, ngaphansi kobuholi buka ­

Mnurnzane Harry Escombe. Lokhu kwenzeka kafushane emva kweminyaka elishurni

kukhotheme iJ'

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!