29.12.2012 Views

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

SHOW MORE
SHOW LESS

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

12

Kuyinhloso yalolu cwaningo ukuphonsa inselelo kulabo asebemnkantshubomvu ukuba

bethule izimvo ezijuIile ezizokwandisa ukucwaleka ngobuciko nokuqhubela phambili

kwendima esikIanyiwe. ikakhulukazi ngomlando nangemvelaphi yamagama atholakala

eziqiwini zalruleli.

1.4. IZINDLELAZOKUQHUBA UCWANINGO

Ukuze kufezeke izinhloso zalolu cwaningo, kuzovakashelwa imitapo yolwazi ehlukehlukene,

kufundwe imisebenzi ehlukehlukene yabathile asebeke baphonsa itshe esivivaneni mayelana

nalesi sihloko,

Kuzovakashelwa ithala lesizwe okungabantu abadala abasekhona abakhele isiqiwu

saseHluhluwe ncMfolozi, Kulaba bantu kungabalwa abantu bakwalvldletsbe, abakwal-Ilabisa,

abakwalvlpukunyoni, abak-waZungu, rrMandlakazi, abakwa'Xirnba abasoBuka, uSomopho

kanye nabaselvlhlana, Kuzohanjelwa nazo iziqiwu uqobo ukuze kuyothathelwa ngqo

ngokutholakala 1..120, kubukwe ngeso , kuthintwe , kuhogelwe , kunambithwe, kulalelwe

nakuzingqalabutho ezayibamba kuzo nezazi ukusuka nokuhlala ingonyuluka yesisekelo sazo.

.5. IMIDIYO YOCWANINGO

Isiqiwu saseHluhluwe - Mfolozi singesinye seziqiwu eziningi ezasungulwa ngababhekele

eZemvelo kwelikalvlthaniya . Ukubala ezimbalwa ezihambisana nalesi siqiwu ngokusho

kukaPooley, ( 1995: Isethulo ) nazi iziqiwu ezikwelikaivlthaniya:

ENingizimu noGu LwaseMpumalanga

Umulamvuna, Impenjani , Triafalgae , Frederika, Uvongo , Skylinde , Mburnbazi , Oribi ,

Umdoni , Vennon Crookes, TC Robertson, Empisini kanye ne- Illovo .

EThekwini

Ilanda , Umbongovango, Bluff, Treasure, Silverglen , Kenneth Staiobank, Burman, Pigeon,

Paradise Valley, North Park , Reesfontein, New Germany, Palmiel , Krantzkloof,

Glenholme, Clive Cheeseman, Crestholrne , Molweni, Springside, Assegay, Shongweni

Resource, Beachwood Mangroves, Seaton Park, Virginia Bush, Mariannwood .

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!