29.12.2012 Views

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

SHOW MORE
SHOW LESS

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

220

Yilona oludonsa umbani wezulu.

kungafuneki ume eceleni kwawo

liphazama.

Kungakho

uma izulu

Lokhu kuwukuqwashisa umphakathi nezivakashi ukuba zikugweme funa zize zehlelwe

yiNkosi noma zeleleswe umphezulu.

Ucwaningo luphinde lathola ukutbi kunendawo ekulesi siqiwu okuthiwa iShiyane. Leli gama

liqanjwe lisuselwa kweminye yemithi ekule ndawo yesiqiwu okuthiwa yinhloboshiyane noma

inhloboshiyane . Ie mithi ichumile kule ngxenye yendawo:

Sekwaze kwejwayeleka ngokuthi ishiyane ngoba

abantu betharida ukunqamulela, Eqinisweni

kusenhlokoshiyane noma enhloboshiyane. Ngisho

izivakashi ikakhulu ezimhlophe zincamela ukuthi

Shiyane ngoba zehluleka ukulibiza .

(Njoko ,2004).

Enye indawo okuqanjwe ogayo ngumuthi i'I'hombori, Ngokweqiniso Ieli gama kufanele

kuthiwe kuknMthombothi ngoba lisuselwa emithini okuthiwa umthombothi omuningi kule

ndawo. ULamula, (1965:126) uveza Iobu fakazi ngalo muthi owaziwa ngokuthi ungeminye

eqinile kakhulu:

Lolu hlobo 10 muthi uvame ukusetshenziswa ube

yisihlanzi, Nangokwemvelo wazrwa ngokuthi

uhlanzela eminye ugazi.

Ucwaningo luthole ukuthi kunendawo eqarlJwe ngokuthi iDengezi. Igarna idengezi

lihambisana negama elithi umcengezi kwezinye izindawo. Ngakolunye uhlangothi

kungashiwo ukuthi umcengezi ngoba kuhlonishwa uNdengezi kaMayibuka wakwaYende

owacogtswa ngo1.-ulengiswa nguMntwana uCetshwayo ngomchilo phew komlilo ngoba

enginise uMntwana uMkhungo qede warnhlabisa . UNy=bezi, ( 1958:17) ufakaza kanjena

ngalo:

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!