29.12.2012 Views

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

SHOW MORE
SHOW LESS

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

Izulu nomblaba.

6

Ihlane , amanzi , umoya kaMavelakuqala.

Ubumnyama , utwa .

Ukukhanya nobumnyama .

Im.ini, ukusa , ukuhlwa , ubusuku...

Umkhathi.

Uwandle.

Utshani , imifino , imbewu , nemithi .

Izinkanyiso , siskhathi , izinsuku neminyaka.

Izinkanyezi .

Izinyoni , izilwane.

Imikhoma.

Abantu.

Ukuphumula .

Yebo, Ieli siko laziwa ngokuthi ladabuka ohlangeni ngenxa yokuthi nokhokho bathi

bashiyelwa ngokhokho babo . Isiko leli libonakala Iiwubuzibulo kuma - Afrika nesipho

esikhulu ababelwa sona nguJ'vfdali ekusingatheni umlando nemvelaphi yabo. Lcli siko yisona

sipho esibahlukanisa phakathi kwezizwe zomblaba okungaba ngokwesimo semvelaphi yabo

noma sezenzo zabo. Umuntu uthi esewasho onke amagama bese ethi igama lami lasekhaya

Iithi ngoba eqonda kahle uk..uthi igama lelo yilona elibahlungayo. Kwesinye isikhathi uma

bakha imizi , umuzi nomuzi uba nomlando wawo. Eminye imizi iba ncnhlanhla yokuthi

iqanjwe ngesigameko esethula isimo esithile esaba-isehlo ngenkathi kuhlatshwa inxiwa noma

izigameko ngemuva nje kancane kokumiswa I..wawo. Ekuqanjweni kornuzi ngesigameko

esaba yisehlo ngenkathi wakhiwa noma ngaphambi kokuba wakhiwa kusuke kulotshwa

incwadi eyofundwa izizukulwane mayelana naleyo nqaba esuke isirnisiwe ngesimo segama .

Kanjalo nabantu luqobo lwabo, amagama noma iminyaka yabo bazikhumbuza ngazo

izigameko ezinamagama.

Umbuzo ongahle ube isimbelambela owokuthi kazi izizukulwane lezo ziyokwazi yini

ukuyifunda ivaliwe leyo ncwadi? Iyofinyelela nokhumbithethe lwesizwe esingakwaziyo

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!