29.12.2012 Views

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

227

Lukhona uhlangothi oluthi Ie ndawo yavela emva kokuba isifo esithile sacekela phansi yonke

into ethinta abantu nezilwane .

Ucwaningo luthole ukuthi enye indawo e1apha kuthiwa kuseNqabatheki Look

Out.Kuqiniswa ngokuthi Ie ndawo yaqanjwa ngesangoma esithile esablala nesasinqamula

lapha uma sithunywe ngamakhosi. Lesi sangoma kuthiwa sasingahambi sasinqabatheka:

Njengoba uzazi izangoma ukuthi zihamba kanjani urna zilibhudula

ngonobhadula , sithunywe ngamakhosi. Nale ndawo kuthiwa yaqanjwa

ngaleso sangoma esasihambisa okohlanya uma siya lapho esasiya khona.

(Njoko, 2004).

Enye indawo etholakaIa kulesi siqiwu kuthiwa yiJ.\fasinda Lodge. Kuyatholakala ukuthi

Iokhu akulona iqiniso. Le ndawo kufanele kuthiwe kuseMasimbe ngoba kuthiwa kule

ndawo kwakumbiwa kuyona amatshe ayencibiJikiswa kwenziwe .imikhonto. Ngaleyo ndlela

liyawuIab1a urnqondo urna Iithi Masinda ngoba ukusinda yisenzo sokuhlanza ngobulongwe

endlini,

Enye indawo etholakala kulesi siqiwu kuthiwa uMndindini Trail. Kubuye kuthiwe yiBush

Camp Ie ndawo . Kusobala ukuthi Iisuselwa emvunulweni yamatshitshi okuthiwa

unomndindi ngoba imise okwawo. Kuze kuthiwe yiBush Camp nje kungoba imise

okwehlashana noma ihlonzana elimise okwengaphambili Iikanomndindi okuthiwa yisigege.

Isigege singuzakwabo wesinene emvunulweni yabantu besilisa . Isigege noma isinene

simiselwe ukuhloniphisa ingaphambili kurnuntu ovunule , okungaba owesifazane noma

owesilisa.

Leli gama elingenhla Iihambisana naleli okuthiwa kusoGqoyeni. Lena - ke iqanjwe

ngemvunulo yangaphambili yabantu besilisa efihla indlu yohlanya. Kokunye kuthiwa

yisinene. Nale ndawo imise okwaso isinene noma ugqoye urna uyibuka sengathi kukhona

ekufihlayo.

Ucwaningo luthole ukuthi enye indawo ekulesi siqiwu kuthiwa kukwafradewethu Camp.

Leli gama sengathi Iiyisikhurnbuzo esikhulu esizweni sakwalvlthcthwa ngoba lavela ngoba

kucwile udadewabo weNkosi yakhona uDingiswayo qede wadliwa yizingwenya kulo mfula .

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!