29.12.2012 Views

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

SHOW MORE
SHOW LESS

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

Ukubaluleka kwalo mkhakha empilweni kugqama uma uMathews , (1987: 7) ethi:

130

Naming is a very important aspect of life that

impacts directly orindirectly to =y human being.

Ukuqanjwa kwamagama kungafaniswa nomkhando oyisibuko Ia isizwe sifike sizibuke khona

ngesibukeka siyikho kwabanye abantu nakuyisizukulwane esizayo saleso naleso sizwe:

Language is said to be a vehicle through which

living human beings communicate.

Kuthiwa abantu bakuqala babengakwazi ukubhala kodwa kubonakala sengathi ukwenza

kwabo kwakuhluba udlubu okhasini ekugcineni nasekuqopheni umlando, Noma,

babengakwazi ukuqopha ngosiba ephepheni , kodwa uhlobo lwencwadi ababeyibhala

ngokuthi balumbanise amazwi akhipha umqondo ojulile kufana ncimishi nokuqopha

incwadi engadliwa nayinundu ngokuthi baqamba amagama izinto nabo uqobo :

The understanding of the long chain of words

grouped together depends more solely on the

concrete referents!objects meant by the different

words.

Kuze kube namuhla kumuntu onoIwazi nothando lolimi futhi ekwazi ukunambithisisa

amazwi asuke ewaphimisa uyakwazi ukuba acoshe umlando ojulile ngegama . Nokho

amagama ayehlukahlukana kungakho umuntu kumele abe nolwazi olujulile lolimi :

It must be noted that one word- can have two different

mearungs.

lkakhulukazi olimini IwesiZulu kunamagama alolu hlobo aziwa ngokuthi:

Omabizwafane

Omqondofana

Ophimbohluka

Ofuzamqondo.

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!