29.12.2012 Views

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

SHOW MORE
SHOW LESS

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

82

Igama iNkamana laveIa ngokuthi abamhlophe behluleke ukubiza umsindo

ongungwaqabathwa ongulwangeni - / q/ bagcine sebembiza ngendlela yabo yokuthi kube

ngumalakeni ongumpheshethwa - /kh/ njengoba benza emagameni abo:

Question ubizeka kungathi ukhweshini.

Ukuvumcla nokudembesela ekutheni kulungiswe Iesi sirno ngabanolwazi lolimi oIuqondiIe

kuboleIe ekutheni kube nokulahleka , igama ligcine selilahlekelwe umqondo walo

ongummongo othi: Le ndawo iqanjwe ngentaba elifinjwana , emfishane kodwa edle

ngokuqina, eyisinqamana ebude buduze nomuzi waseFilidi.

Ukubizwa kwendawo ngokuthi kuseZingolweni esikhundIeni sokuba kuthiwe eZ;nqoleni

kulahlekisa umqondo wegama ngoba olimini IwesiZuIu aIaziwa elezingolo kodwa kwaziwa

elezinqola.

UJrubizwa kwendawo ngokuthi kuseNgwavuma esikhundleni sokuba kuthiwe kuk-waVuma

kwenza igama lilahlekelwe umqondo ngoba aIaziwa elengwavuma kodwa kwaziwa eIikavuma

okuwumuthi wokukhipha inyongo ngokuphaIaza noma abantu bakwavuma . Lokhu

kufakazelwa ngufulper , ( 1979:388) uma ethi :

The name Ngwavuma is said to refer to a type of tree( Pseudocassine

transvalensis) , ofwhich the bark is medicinal.

Uma kukhulunywa ngemithi uvuma owokuphaIaza lZangoma kanye nokuba ufakwa

ebuIawini obumhlophe . Ingwavuma yona isetshenziselwa ukuphaIaza inyongo .

Okungakhalwa ngakho yikuthi abeIungu' behluleka wukuthi umfula ohlukanisa indawo

yak-waMathenjwa neyakwalvlngomezulu yiNgovuma esikhundleni seNgwavuma.

UPalgrave, (1983:513) utlii:

A shrub or more often a smaIl bush tree, 4 to 5 m in height occasionally

reaching 10 to15 m wide spread common at medium low altitudes in open

woodland, along streams on termite mounds.

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!