29.12.2012 Views

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

46

noma isihloko solimi simpintshe umoya. Ngokwenza njalo kolimi kuba sekudaleka umsindo

obizwa ngokuthi unsinini.

Imisindo edalekayo tie: / t/, / th/, / nt/, / nd/, / d/, / s/, / z/,

2.6.12.4. Iphakatbi Iolimi kanye nephambili IoIwanga

Umoya ungavimbeleka ngenxa yokuthi iphakathi lolimi Iuthinte iphakathi lolwanga.

Umsindo odaleka lapho waz1wa ngokuthi ulwangeni.

Isibonelo semisindo tie : / sh/ , / I /,/ r/, [d,] , kanye nongwaqabathwa [ ! ]

nonhlangothi [//]

2.6.1.2.5. Imuva Iolimi kanye nemuva Iolwanga (amalaka)

Umoya ungavimbeleka noma ukucindezeleka ngenxa yokuthi imuva lolimi luthinte

ingemuva IoIwanga okungamalaka . Umsindo ubusudaleka ngokwenza kanjalo ubizwa

ngokuthi umalakeni. Isibonelo semisindo ile :

2.6.1.2.6. Emphinjeni

/ k/, /g/

Umoya kuyenzeka ukucindezeleka emphinjeni ngenxa yokuthi umphimbo uvele uthambise

okukanye uqinise izintambcl noma imisipha ethiIe eyakhe umphimbo kube sekudaleka

ukuduma noma umsindo othiIe . La msindo waziwa ngokuthi umsindo umphinjeni.

Isibonelo semisindo :

h> tJ,hh > [x]

hala > ["ala]

ihhala > [ixala]

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!