29.12.2012 Views

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

SHOW MORE
SHOW LESS

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

71

Yibo lobu bungcweti obenza lruzwakale ukuthi umuntu ngabe waluncela ebeleni noma

walwethekela . Uma kuyikuthi walwethekela uli.mi , uzwakala esephakama la kumele

kwehliwe khona . Akugcini lapho noma eselubhala igama ugcine esewutshinge Ie kude

umqondo ngenxayokuagaqondi ubucayi bento ayiphethe , okuligama

2.6.2.1.Indlela Yokwakha Amagama

U1imi lungezinye zezikhali okumele luphathwe ngobunono ngenxa yokuthi luqukethe

usikompilo oluyinhlanganisela yemizamo yemiphakathi yakudala neyarnanje yokuvumelana

nokukhetha lokhu okumayelana nendlela yokuphila .

Lokhu abantu abavumelana ngakho kusikompilo lwabo kubonakala olimini abasuke

balukhuluma . Izirnfundiso zabo imbala zitholakala kulo uli.mi lwabo. Uhlangaoluthile ukuze

ludlondlobale lwaludlondlobaliswa yizinto ebabezithola zibazungezile:

Prehistoric people received and exchanged information about the

environment.

( Desmond, 1986:56).

Kanjalo, nanamuhla kusenjengakuqala kunezinto ezintsha ezivelayo nezidinga ukuba abantu

babenolwazi mayelana nokwetha izinto amagama , ukuze uli.mi lungasaleJi emuva kwezinye

izilimi :

In domain communication, a vast number ofnew technical terms are created

everyday in hundreds of languages over the world . These terms form

terminologies as a set ofterms with their specialized meaning

( concepts) of particular domain in a specific language. Terminology

standardization has been practiced for thousands of years as a concomitant

and necessary feature ofthe history ofscience

(Desmond, 1986:56).

Abantu banoma yisiphi isizwe basungula igama kuba Jibe nezinyathelo ezilandelwayo noma

bona bengazi ukuthi basuka bezilandela _ UBudin , ongtL.,,

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!