29.12.2012 Views

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

224

yisivivane futhi wonke umuntu odlula kuso lrumele aphonse itshe kuso ukuze abe

nenhlanhla:

The is notable" isivivane" on the southern entrance road into the reserve.

This cairn ofstones is believed to have marked the territorial boundaries of

early tribes. It is believed that far good luck passing travelers should add a

stone to the cairn as they passed . the exact origin of this custom is

uncertain.

(Pooley, 1985:43).

Ngalakhu kukhuthazwa nezivakashi futhi ziyafundiswa ngaleli siko Iezizwe ezil'\!sundu

elikhornbisa ubumbano , ubunye nobuntu:

........represent unity.

(Galiwde, 1979:152).

Ucwaningo luthole ukuthi kunenye indawo okuthiwa kuseNgalonde. Le ndawo iqanjwe

ngentaba etholakala kulesi siqiwu, Ukuphakama kwaya kwenza ukuba ukwazi ukubuka

ezinye izintaba namathafa alesi siqiwu kalula:

Le ntaba ithi ayibuke ezinye ezicongweni . Yikho kwaze kwathiwa

nguNgalonde.

(Njoko,2004).

Enye indawo ekulesi siqiwu kukwaHlathikhulu . Leli gama lisuka ekutheni Ie ntaba ivunwe

kakhulu yizihlahla zehlanze ezicinene zaba yihlathi:

Bush - covered mountain .

The name is derived from Zulu noun ihlathi meaning bush, khulu from

large thus called large forest.

(Raper, 1987:147).

Ucwaningo luthole nkuthi kunenye indawo eqanjwe kwathiwa yiMfolozi emnyama . Leli

gama lisuselwa emfuleni iMfolozi engumfula omkhulu onqamula kulesi siqiwu izc iyongena

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!