29.12.2012 Views

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

SHOW MORE
SHOW LESS

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

105

IbhaIa ukuthi eNingizjrou Afrika ahantu abayizigidi eziyisithupha bahlatshwe yigciwane

lengculaza, Kulezi zigidi eziyisithupha amaZulu azobulawa yingcula2a ayizigidi ezintathu .

Uma kuliqiniso ukuthi isizwe samaZUlu sinabantu abayizigidi eziyisithupha noma ngaphezulu

lrusho ukuthi ingxenye yabo izofa maduze nje. Lokhu kuyesabisa ngoba yintsha

eshwabadelwa yilesi sifo.

Okubalulekile embikweni klL.'\fnumzane Dieterich ukuthi ukhuluma ngemithi esetshenziswa

ngodokotela bamaZulu ekwelapheni Iesi sifo. Laba ngodokotela abangafundiswanga

emaNyunives;thi , basebenzisa im.ithi yemvelo nolwazi lwabo lwemvelo ngemithi

nangezimila, Lokhu kubalulekile ngoba ngokokuqala ngqa em1andweni wezemithi yabantu

abaNsundu ukuba intatheli eMhlophe ibale izinto ezinhle ngemizamo yodokotela

abangafundisiwe ngendlela yaseYurophu futhi ukuthi uDieterich ubhale izinto

ezingubufakazi bokuthi amaZulu anayo imithi esebenzayo ekwelapheni izifo ngoba

abaM.hlophe kabakaze bayincome imithi yabantu abaNsundu.

Nansi imithi ebhalwe nguDieterich ngoIimi lwakhe isiJalimane :

Afrikanischc Ingwer Bulbinella , Combivir, Surthelandia, Umbimbi.

Ngokwalo mbono uveza ukuthi Ie mithi ingeminye eminingi esetshenziswa ngodokotela

abamhlophe beyithatha emahlanzeni nasemathafeni ase - Afrika, Kutbi uma sebeyitholile

kube yimfihlo yabo bodwa, ukuthi bayithathephibase bayixuba kanjani?

Odokotela abasebenzisa le mitbi sebeyibooile ingozi yokutbi uma beshiya ngaphandle ulwazi

IwabaNsundu balengeIa engozini njengoba esho taMutwa, (2004 :3) uthi:

Abamhlophe kabafuni ukukhuluma ngolrusebenza kwemithi yabo bafuna

sibachazele eyethu kuqala . Ngakho mabangasolwa odokotela bonke

emhlabeni bangayivezi imininingwane yokusebenza kwernithi yabo.

Njengamanje odokotela noSosayensi bacwaningisisa imithi ethile engase

yelaphe isifo sengculazi, kodwa konke Iokhu l.-uyimfihlo yabo kuphela . Yini

embi uma odokotela boMdabu ikakhulukazi bamaZulu benqaba

ukukhombisa abeLungu ngokusebenza kwemithi yabo na ?

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!