29.12.2012 Views

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

175

Lokhu kudalwa luhlobo Iwamarshe okuyilona oluveza umfula wenze ngale ndlela mayelana

nohlobo lwesivinini samanzi kanjalo nokuhamba kwawo . Ngakho amanzi omfula osenhla

nezwe ayagijima ngoba agiqika ernatsheni bese kuthi ezansi ehambe kancane ngoba uhlobo

lwamatshe lunezimbobo zokumunca amatshe lokhu uM:dali wakwenza ngamabomu ngenhla

yokuthi kwakurnele unyalaze uzothe futhi uhambe kancane urna esezongena olwandle

agezeke alahle konke okubi kwasezwen1.

4.5.1.1.15. Nselweni Bush Camp

Imvelaphi Yegama Leli gama Iiyithombc gama , isifaniso ngenxa yokuthi kwabukwa

indlela umfula ofike ume ngayo kwasekuthiwa umise okwensele yenkomo noma

yehhashi kwasekuthiwa kusenselweni,

4.5.1.1.16. Nombali

UNjoko , ( 2004) uthi :

1£ ndawo indawo enezimbali .

Kunokushaya amanzi kulokhu ngoba kube kwabe kwakuqondiswe kuzimbali kwakuyothi

kusezimbalini. Ezibongweni ze1'-i1

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!