29.12.2012 Views

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

206

Kanjalo olimini lwesiZulu kunohlobo lomsindo othi nxa uphimisa kungabibikho

ukuphazamiseka emgudwini womoya. Lolo hlobo lornsindo lwaziwa ngokuthi unkarnisa,

Lokhu kuchaza ukuthi uma kuphinyiswa lolu hlobo 10 msindo akukho ukuphazamiseka

emgudwini womoya kusuka emaphashini , emphinjeni , emlonyeni kuze kube sekuphurneni

emIonyeni noma ezindebeni Ukuphazamiseka okushiwoyo la ukuthi akubi

nokupha2amiseka noma ukuthintana kweziphimisi ezisemlonyeni. Umuntu usengasho

angananazi ukuthi umuntu uvele akhamise, adudule umoya, kugqabuke umsindo okuthiwa

unkamisa, Unkamisa yilowo msindo ophimiseka ngale kokuba kuze kube nokuphazamiseka

emgudwini womoya kusuka emaphashini kuze kube sekuphumeni emlonyeni.

Uma umuntu ekhuluma akekho okabe nenhlanhla yokuba abone umgudu womoya kusuka

emaphashini kodwa ing:x:enye ebcnakalayo negqamileyo emehlweni esintu wumlomo.

Okuqaphelekayo ukuthi bonke onkamisa banezwi elinesigqi. lzizathu zalokhu yindlela

umlomo owakheke ngayo, uyindilinga engumgodi.

Laba ngonkamisa abalula, Lolu hlobo lonkamisa ludaleka ngea"a yokuhlangana kwemisindo

engonkamisa bemvelo uma ike yalandelana. Kunomthetho omile olimini lwesiZulu othi:

imisindo engonkamisa olirnini lwesiZulu akuvumelekile ukuba ilandelane:

aa > /a/

at > /e/

au > /0/

Uhlobo lwesibili lomsindo ungwaqa . Ungwaqa umsindo othi nxa uphinyiswa kube

nokuphazarniseka okuthile emgudwini womoya . Lokhu kuphazamiseka kungaba noma

kuphi nomlomo . Imvarnisa - ke kuba sezindaweni eziyisithupha, lezo zindawo nezingxenye

Za20 ezisebenza ukuphazamisa umoya zibizwa ngokuthiwa iziphimisi. Imvarnisa ziyisithupha

iziphimisi/ izivimbamoya noma izibambamoya ezaziwayo.

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!