29.12.2012 Views

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

SHOW MORE
SHOW LESS

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

3.5.2. Izinyoka ezihIala emaweni

121

Inhlwathi , umonya - lezi nyoka ikakhulukazi inhlwathi iginga izinkomo izinyamazane

nezimvu nezimbuzi kanye nabantu. ULamula, (1965:133) uthi :

Lezi nyoka azigijimi. kodwa zanikezwa 11umbo t:hizeni lokunyakazisa ulimi .

Uma ike YeliZa kanjalo umuntu , isilwane nokunye ak..ube kusabanamandla

okubaleka kuvele kuthothobale kume nje lapho , iyathonyeka inyamazane

leyo size sifike lapho siyiginge. Lezi zilwane zinesisu esinwebekayo

njengesihlilingi. Uma seziyigingile inyamazane zima khona lapho koze

kubohle isisu,

Okunye okuthonya izuyamazane enhlwatbini ngamabala ayo acwebezelayo nacwazimulayo .

lzinyamazane zima nse . me zigcine sezigingiwe kuphele ngoswayi.

Kungakho kuthiwa uma umuntu kukhona into embarnbile kutbiwe iginge ithole kuqondiswe

kuyo inhlwathi uma iginge ithole noma inkomo.

3.6. UKUQAN]WA KUSUSELWA EKUDLENI KWEMVELO

Mayelana nezinto ezitholakala kumvelo kwakungcsizo kuphela izilwane kodwa kukhona

nokudla .Ngakho izinto ezithile bangaziqamba besusela kukudla abakudlayo,

3.6.1. Uhlobo lwemfe namabele

Imfe - ( sorguhum saccharatum) ujiba (bitter astringent) umswanikazi , ugabane , unukane,

ihlosa unyawoti , uphoko kanye nodonga.Ukudla okuvela ngalolu hlobo lwamabele, utshwala

: Utshwala - isishimeyane , igwe1e (mild beer) , kanye nomganu.

Umganu wine - thus is made offermanting the juice

of the plum -like fruit ofthe umganu ( sclerocarya

cafra) this liquid , said to resemble cider probably

the same as the Bukanye ofPortuguese East Africa.

(Bryant, 1929:279).

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!