29.12.2012 Views

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

SHOW MORE
SHOW LESS

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

219

kanti futhi buyathathana. Yikho kwaZulu kuze kuthiwe udakwe utshwala bamaganu.

Kuneqiniso lokuthi buyahlanza negazi nangaphakathi. Yikho nezilwane zehlanze zizithanda

lezi zithelo.

Enye indawo eqanjwe ngomuthi lsizimane. Lo muthi ubuye waziwe ngokuthi umzimane

noma inzimane . Uchumile kule ndawo wazikhetha kwerninye . Yikho nje Ie ndawo yaze

yaqanjwa ngawo . Nawo 10 muthi uthela izithelo eziyizigaxa ezinezindumbu phakathi.

Ucwaningo luthole ukuthi enye indawo Imbondwe . Le ndawo iqanjwe ngomuthi okuthiwa

yimbondwe.Lo muthi muningi kule ndawo futhi uthanda ehlanzeni . Ungomunye wernithi

emidala kwelengabade futhi odume ngamakhambi awo noma ngomlilo wawo onarnalahle

arnahle . Ngisho umlotha wakhona ulusizo ekwelapheni:

There was imbondwe ( esculatus) and the

umhlazaluthi,

Kunenye indawo eqanjwe ngomuthi okuthiwa uMphafa Hide. Le ndawo ichunywe kakhulu

yilolu hlobo lomuthi. Lo muthi uhlonishwa ngamandla awo okuthwala abangasekho . Yikho

kwaze kwathiwa umuthi warnadlozi noma umlahlankosi. Kule ndawo uthoia izinyamazane

eziningi ziklabile kokunye ziqule , zetshisa ezikade zikudla:

Le ndawo kuseMphafa ngoba inezihlahla eZlllillgt

okuthiwa umphafa. Isikhathi esiningi uthoia

izinyamazane ziklabile noma zihlwabula phansi

kwale mithi.

( Njoko, 2004).

Ucwaningo luthole ukuthi kukhona nendzwo eqanjwe ngomuthi umkhaya. Le ndawo

iqanjwe ngomuthi umkhaya ngoba nayo ithandwe yilolu hlobo Iomuthi . Lo muthi ukhonze

kakhulu emadlinzeni futhi udume ngobisi lwawo oluxhophayo, Yingakho uShezi , (2004)

ethi:

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!