29.12.2012 Views

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

SHOW MORE
SHOW LESS

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

10

mithonselana kwabe kuyiziqiwu. Amagama ezindawo ezingaphakathi eziqiwini eziningi

awaguqulwanga. Lena kwaba inblanbla engakaze ibonwe ngoba kuze kube namuhla

kuntongelwa kuzo lezi zindawo ukuze kuvunjululwe umlando osuqala ukufiphala.

Ucwaningo ng:unagama lusekela kulokhu okushiwo uKunene, (1996: Esethulweni) ukuthi:

Ke ngoba abantu bahluliwe alrusho ukuthi kufanele bahlulwe

nangengqondo. Selokhu bengahluliwe ngengqondo bayofihla

amasiko abo, bayofihla abakwaziyo ngemilando yabo Futhi

kucaca nokuthi sebenokulangaze1ela kuphela lokho kwezizwe

asehekuthathela phezulu, Kube futhi sebezama nokukhuluma

njengazo, ngisho nokuhamba lokhu sebezama ukuhamba

njengazo. Noma bedla balindela ukuba izizwe lezo

ziyakunambitha na lokhu kudla?

Ucwaningo lukubone kukuhle ukuthi lungagcini ngokukhomba kodwa lusize ekwakheni

kuvuswe okubonakalayo kulokho okwasalayo emIotheni ukuze ulimi luvuke luphile.

Ezinye zezinto ezenze kwanevuso lokuba kuqhutshwe lolu cwaningo indlela okulotshwe

ngayo izindawo kanye neZikhungo ezithile. Kanjalo nendlela okuzwakala ngayo uma

kubizwa amagama abantu kutshengisa obukhulu ubudedengu. Lokhu kuphawuleka

emagameni okuqanjwe ngawo abantu oezindawo abahlala kuzo .

1.3. IZINHLOSO ZOCWANINGO

Ucwaningo luhlose ukwehlukanisa inhloko oesixhanti mayelana ookutholisisa ingqikithi

nemvelaphi yamagama akuqanjwe ngawa izindawo ezingaphakathi esiqiwini saseHluhluwe ­

Mfolozi .

Amagama azobukwa kula msebenzi aIDa"oaroa atho1akala kwesinye seziqiwu ezikhooa kuleli

libu\1thaniya . Isiqiwu saseHluhluwe - Umfolozi yisiqiwu esinornlando oesidala kunazo

zonke ezikhona kuleli lizwe. Umlando walesi siqiwu uveza ukuthi sasuogulwa ngooyaka we ­

1894 emva kokunikwa .l-weNatali uzibuse ngooyaka we - 1893, ogaphansi kobuhali buka ­

Mnumzane Harry Escornbe. Lokhu kwenzeka kafushane ernva kweminyaka elishumi

kukhotheme it'

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!