29.12.2012 Views

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

4

Umuntu usengasho engananazi ukuthi izimo zokukhuluma zingamanoni olimi ngenxa

yokuthi kungak-wazeka kulo uIimi ukuba kuyontongelwa, kuh1uzwe, kukhishwe umsoco

othile okuyofumaniseka ukuthi uba lusizo kubantu nakumphakathi wonke jikelele.

Izinto ezenziwa noma ezikhonzwe isizwe esithile zitholakala oknkanye zigqama kulo ulimi.

Lapha kungabalwa amasiko, inkolo nokunye kubandakanya nosikompilo. Zonke lezi zinto

zinamagama azo olimini nendlela ezedluliswa ngayo ngenkathi kukhulunywa . Kwesinye

isikhathi kubekiselwana kusuke kususelwa kokuthile. Kanjalo nobabamkhulu baleso naleso

sizwe babenayo indlela ababeyilandela ekuhlaziyeni indlela yokwenzeka kwezinto ngayo

izinto. Kanjalo nezinto ababezikhonzile, lezi zinto zazinamagama azo njengokudla cemfuyo .

Ngaphansi kokudla urnuntu angabalula amasi. Amasi ukudla okuIigugu esizweni samaZulu .

Amasi futhi ahlonishwa kakhulu phakathi kwekhaya. Kwalani uma sekulotsholwa, uzwe

imibala yezinkomo ezinye isifaniswa nawo amasi. Njengokuthi arnasevutshiwe,

Kwesinye isikhathi kugcina kubekiswa ngezinto ezimayelana nabo uqobo okukanye

ezenziwa yibo, La kusuke kuqhathaniswa izinto ezithile ngezithile ngenxa yezenzo ezithile.

Ukwenza kwabantu besifazana uma bewela ezibukweni noma emfuleni bakhwica noma

bakhuphula izingubo noma izidwaba zabo zibe ng=hla kwamadolo. Imvamisa noma

kungathiwa unsundu lowo wesifazane ngebala, kuba nokuguquka kombala ngenhla

kwamadolo ngezizathu zokuthi kuhlale kumbozwe izidwaba. Abantu bakwaZulu lokhu babe

sebekuqhathanisa kuveze isithombe esicacile ngombala wenkomo ethile. Njengenkomo

egabise ngemikhono emhlophe yase iba ngomunye umbala ernzirnbeni, bathi ibafazi bewela.

UFerrarro, (1992: 34) uthi :

They have a vast vocabulary use to describe and ,

identify their cattle according to certain physical features

such as colour, markings and hom configuration.

U1imi luqukethe okuningi kakhulu okuwusikompilo lwaleso naleso sizwe . Phakathi kwezinye

zezinto ezingabalwa ilezi : Ubuhlobo ,ukudla , ukusebenza , imvunulo kanye nenkolo

nokunye. Isiko lokuqanjwa kwamagama lingelinye lamasiko amadala asekhona noma amanye

esashabalala kodwa Iona leli isiko Iikwazile ukusala emzileni . Okwenze Iakwazi ukuba

Iibekhona kuze kube manje yikuthi:

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!