29.12.2012 Views

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

SHOW MORE
SHOW LESS

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

191

Kanti uma kwenzeka ukuthi isibongo okuhloswe ukuqanjwa ngaso indawo siqala ngalezi

zinhlarnvu :

de - , du , van , den, van der

lzinhlamvu ezingenbla zobhalwa zehlukaniswe nesibongo kuthi isibongo,' sihambisane

nebizomvama . Igama Iiyobhalwa kanje :

Du Toitskloof

Van Reenen

N okho kukhona la 10 mthetho okwatholakala ukuthi angeke uphumelele khona ikakhulukazi

kula magama alandelayo :

Vanderkloof, Vanderbijlpark ( interlink).

Isizathu sokwenza kube nokwenzelela erngomeni yikuthi :

Where this form ofwriting has become traditional it must be retained.

(Raper, 1979:7).

Kanti la kuphongozwe isakhi sesiphawulo emagameni njengalesi :

Ou

Na1."1lWO la magama kuyobhalwa kwehlukaniswe kanje :

Ou Thomas se Loop

La kutholakala ukuthi ernagameni ezindawo kuphongozwe ngesiqu songumnini kanje:

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!