29.12.2012 Views

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

228

Kusukela Iapho iJ\Tlwsi uDingiswayo waye ethi uma ekhuluma ngale ndawo ithi

kukwaDadewethu nakhu omunye wodadewabo wendela kulo mfula. Ngakho Iokhu

kuzishaya sasifungo seNkosi sokuhlonipha indawo Iapho kwasala khona udadewabo

enkundleni. Unjoko, (2004) ufakaze kanjena ;

5.2. Izincomo

Lisukela esikhathini se'Nkosi

uDingiswayo.Udadewabo weNkosi wabanjwa

izingwenya wacwila kulo mfula . Kusukela ngaleso

sikhathi wayethi uma eqondise kule ndawo ethi

kwadadewethu,

Ucwaningo lubona kungaba kuhle ikakhulukazi endaweni yaseHluhluwe - uMfolozi ukuba

indawo nendawo enaphakakathi umlando mayelana nokuqanjwa kwayo ulotshwe phansi

noma etsheni elizoba njengesikhumbuzo kwenzele ukuthi yinoma ngubani ofiakayo akwazi

ukuthi acoshe umlando njengoba unjalo . Lokhu kuyovika ukuthi ngokuzayo

kungaphumputhwa noma kuqagelwe ngen..."a yokufunisela ngoba umthombo woIwazi

usuwasha. Kulapho -ke lapho bubonakala khona ubumqoka bomthombo usuwasha noma

ungasekho.

Ucwaningo Iuphakamisa ukuthi kulotshwe kabusha amagama alotshwa ngendlela engeyiyo

kuchithwe umthetho owawushaywe ngesikhathi sobandlululo Lakho kuyoba

umkhombandlela wenqikithi nomongo walelo nalelo gama ngokwabasunguli balo okuzinze

enjuleni enomqondo ophusile waleso sizwe -. Njengamanje kutiwa ubandlululo selwaphela

kepha Iudla amabele ngoba selubusa ngemithetho yalo eyagxi1a emhIabathini wengabade

kwaze kwagxila ngisho czingqondweni zaboMdabu . N amuhla aboMdabu bathi akukho

esingakwenza ngoba umthetho usamile uyabusa . Kunconywa ukuba kugudluzwe zonke

izithiyo zenqubekela phambiliezamiswa izifikanamthwalo kuleli lokhokho.

Ucwaningo luphakamisa ukuthi abantu mabafundiswe ngemvelaphi yezinto . Lokhu

kuyonceda ekutheni bakwazi ukuqhathanisa ukwenza nokuphila kwezinto ezitholakala

emvelweni njengezimila , izilwane nokunye ngoba kuyichilo ukuthola umnsinsi wokuzimilela

endaweni ungathekisa ngemvelaphi yezinto eziwuzungezile . Kungam:ililoni aphindiwe

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!