29.12.2012 Views

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

107

Inkulu imfiblo yesihlahla Isihlahla smgezrnye zezidalwa ezinkulu ezikhona empilweni.

Isihlahla simiswe imihlaha yomithathu njengomuntu . Enye indalo okungabalwa kuyo

umuntu .Kukaningi uzwe omunye esethi : Lesi sihlahla sihle siphilile. Avele omunye ethi lesi

h1ahJa asinayo impilo. Kanjalo nornuntu uzwa abanye bethi uchachambile unempilo ,

babodwa abathi hhawu usho kanjani ngoba ebunile nje .Kwesinye 1sikhathi kube

kuyezwakala sekuthiwa ungambona urnuntu ezikhandla impilo kasibanibani ibukeka

iqhakazile.

Kuyenzeka kungangathekise kaniningi impilo yomuntu neyesihlahla kwesinye isikhathi kuye

kufaniswe nesimila imbali. Kushiwo khona ukuthi iqhakaza namuhla ngakusasa isibunile.

Kwalani abanye uzwe sebethi urna bebuka umuntu esegqokiswa iZiqu zeMfundo uzwe

sebethi uthole umnyezane . Kuba lukhuni ukuqonda komuntu ongasazi lesi sihlahla

Abanye beqombole sona isihlahla kube kuyasuka baqhathanise impilo yomuntu neyesihlahla .

Lapha besho begcizelele ukwakheka kwempilo .yomuntu bayifanise nokwakheka kanye

nokusebenza kwesihlahla Beyiqhathinise beyibuke kusuka ematheni empande beze beyo ­

yibeka esihlakweni secembe. Abanye bengagcini lapho baze bafinyelele ezithelweni zayo .

Kwalani uzwe sebethi:

Usibanibani kasibanibani useze wanezimpande la asebenza khona ,

Kanjalo nendodana yomuntu yezwakala isithi :

Kumuntu nomuntu kudingeka ukukholwa okujulile akunezimpande.

fzimila Iezi uzithola nakuzimo zenkulu , okuyizaga nezisho ne=ye izithako zalimi

njengokuthi:

Ungumsinsi wokuzimilela

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!