29.12.2012 Views

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

221

Kushiwo ngani ukuthi wukhozi olufulele uNdengezi

ezalwa uMayibuka?

Kufakazeleka ngokuthi konke lokbu kwenzeka endaweni yakoHluhlmve nakoHlabisa.

Kusuke1a ngaleso senzo abantu bale ndawo bahlonipha igama lokulenga abangabe

besaliphimisa. Esikbundleni salo bathi ukucenga ngoba behlonipha uNdengezi

kaMayibuka wakwaYende.

Ucwaningo luthole ukuthi kunendawo okuthiwa kuseMasundwini. Nayo le ndawo iqanjwe

isuselwa emuthini noma em.ithini okuthiwa amasundu em.iningi kule ndawo . Lo muthi

uthela izithelo ezidliwayo okuthiwa yingqansundu.

Ucwaningo luthole ukuthi kunenye indawo ebizwa ngokuthi viMpila Camp. lzingqapheli

zithi ngumuthi lona owawusiza abantu ngesikbathi esedlule uma bephethwe Y1Z1su

nomkbuhlane . Ngakolunye uhlangothi kuvela ukuthi kwakuyizintaba lezi:

At the beginning ofthe 18 m century and for the ensuing SL'--tJ years, the area

between the two from the junction to the Mpila range ofhills was inhabited

by Africans ofthe Mthethwa dan. They were ruled by king Dingiswayo until

he was killed in 1818

(Bryant, 1929:325).

Kusobala ukuthi kwalezi zintaba zaqanjwa ngawo 10 muthi omuningi kuzona .

Ucwaningo luthole ukuthi kunenye indawo eqanjwe ngomuthi okuthiwa vuhlaza . Le ndawo

kuthiwa kuseHlaza. Lo rnuthi okuthiwa uhlaza kubuye kuthiwe yinyandezulu. Muningi kule

ndawo futhi uluhlaza uthe ewe ubusika nehlobo:

Ubuhlaza bawo bucishe bufane nernaba eluhlaza.

(Njoko,2004).

Ucwaningo luthole ukuthi kunenye kulesi siqiwu okuthiwa Izing-amfe. Kukbona uhlangothi

oluthi ngumuthi lona kepha kukbona olunye oluthi yintaba lena cngakwalIlabisa ngaphansi

kwesizwe sakwaHlabisa kodwa ingxenye yayo ingaphakathi esiqiwini:

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!