29.12.2012 Views

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

SHOW MORE
SHOW LESS

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

38

Kanjalo olimin.i lwesiZulu kunohlobo lomsindo othi nxa uluphimisa kungabibikho

ukuphazamiseka emgudwini womoya. Lolo hlobo lomsindo lwaziwa ngokutbi unkamisa,

Lokhu kuchaza ukuthi uma kupbinyiswa lolu hlobo 10 msindo akukho ukuphazamiseka

emgudwici womoya kusuka emaphashini , empbinjeni , emlonyeni kuze kube sekuphumeni

emlonyeni noma ezindebeni, Ukuphazamiseka okushiwoyo la ukutbi akubi

nokuphazamiseka noma ukutbintana kweziphimisi ezisemlonyeni. Umuntu usengasho

angananazi ukuthi umuntu uvele akhamise adudule umoya kugqabuke umsindo okutbiwa

unkamisa ,

2.6.1.1. Unkamisa

Yilowo msindo ophimiseka ngale kokuba kuze kube nokuphazamiseka emgudwini womoya

kusuka emaphashini kuze kube sekuphumeni emlonyeni.

Uma umuntu ekhuluma akekho 'okabe nenhlanhla yokuba abone umgudu womoya kusuka

emaphashini kodwa ingxenye ebonakalayo negqamileyo emehlweni esintu wurnlorno.

Kunesakhi esingusimomdwebo somlomo .Lo mfanekiso uyisimomdwebo - somlomo ozama

ukuchaza ngokuma komlomo :

Umfanekiso woku - 1

Iphansi lomlomo

Iphezulu lomlomo

Iphakatbi lomlomo

+-1------

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!