29.12.2012 Views

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

SHOW MORE
SHOW LESS

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

216

Esinye isilwane esihuquzelayo okuqanjwe ngaso indawo kulesi siqiwu yingwenya. Le ndawo

kuthiwa yiCrocodile Pool:

Kuvamise ukuba kube nezingwenya ng=a yechibi elilapho,

(Njoko , 2004).

Kusemqoka ukuba kuqwashiswe umphakathi nezivakashi ngezimo, izilwane eziyingozi kanye

nezindawo eziyingozi ukuba uqikelele uma uhamba kuzona, IndIela yokwexwayisa yiyona

lena yokuthi kuqanjwe ngakho izindawo ikakhulukazi ukuze izivakashi zingalimaIi kepha

ziphephe me zihambe zithokozile.

Ucwaningo luthole ukuthi kunezindawo eziningi kulesi siqiwu eziqanjwe ngemithi etholakala

lapha . Phakahti kwezindawo ezikhona kungabalwa Izizimezane noma Ivivimezane. Lo

muthi ubunye waziwe ngokuthi Izizi noma Uvivi ngoba kunqanyulelwa Ia magama amade .

La muthi udume kakhulu kwaZulu ngobulukhuni bawo nokungephuki. Kungakho nje enye

yamakhsosi akwaZulu yaze yaqamba elinye lamabutho ayo ngokuthi Izizimezane ngoba

yayiqonde ukuthi iyohlasela ngalo kuzwakale ezitheni futhi aIiyikllnoba uphondo:

Lo muthi kwakhiwa ngawo izinduku , amawisa , izimboko nokunye ngoba

yinto engayi ndawo.

(Njoko,2004).

Le ndawo iqanjwe ngalo muthi ngoba yiwona ochumile kule ngxenye yesiqiw'U. Yiwona

oyibeke yonke induku kule ngxenye ngakho -' ke isintu sabe sesiyibekisa ngawo

njengesimakade .

Omunye umuthi okuqanjwe ngawo indawo kulesi SlQ'WU umsasane noma

umevamhlophe. Ngumuthi wehlanze lona ogabe nogqame ngameya amhlophe. Aziwa

kakhulu kwa'Zulu ameva awo ngaba abafana baqhatha ngawo uma benqamula umthambo.

Le ndawo izibalula ngobuningi balo lolu hlobo lamuthi , yikho kwaze kwathiwa nje

kuseMsasaneni nokho abanye bathi kuseMevamhloohe uma bengathandi ukuthi

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!