29.12.2012 Views

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo. TJ Mbuli

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

81

Another reason why the meaning ofa name is not readily discemable is that

the name may be so old that the ward(s) from which it is derived is no

longer in current use.

Kuliqiniso akhona emagameni okuqanjwe ngawo esiZulu angasaZlwa ngen.."a yokuba

esemdala futhi engasasetshenziswa kakhulu. Kusizwe samaZulu asemncane amaphisi akhona

futhi nenkonzo yokuzingela isilivelakancane ngakbon kunzima ukuba abantu babenolwazi

lokuthi igama elithi intumbana liqhamu kuphi ?

Intumba + -ana

Leli gama okuqanjwe ngalo indawo etholakala enhla nezwe lak..waZulu ngasoPhongolo

lisuselwa enyameni enikezwa umuntu obe neqhaza ngenkathi kuhlinzwa ikakhulukazi

inyamazane, eqinisweni la ngamantshontsho kodwa hhayi enkomo kodwa awenyamazane:

...............or the name may have been so greatly adapted

( some say 'corrupted') that it is no longer recognizable.

(Raper, 1979::8).

Ikomidi laphinde lathola ukuthi kunamagama okutholakala ukuthi abizeka ngendlela

engeyona kodwa agcina esemukelekile. Ucwaningo lubuka ukuthi lokhu kwenzeka ekhaya

uma kunornuntu omncane , othi uma eqala ukubiza amagama , kuthi nabadala bemlingise

bezame ukubiza njengaye , isigcino igama ligcine selibizwe lateketiswa ngendlela yalo.

Kanjalo nasesizweni kuyenzeka uthole ukuthi kunabathile , kungaba obohlanga oluthile

abangamankengana kuleyo ndawo kuthi uma bezama ukubiza amagama athile abehlule ,

bagcine sebebiza amagama ngendlela engeyiyo, kuthi nabaluncela ebeleni nabo bagcine

• sebenozwelo beteketise ukubizwa kwemagama ngendlela yabezizwe. Lokhu kuvamisile

ukwenzeka futhi sekwenzeke kaningana emagameni okwethiwe ngazo izindawo ezithile

ezweni ngobubanzi . Amanye amagama umuntu angawabuka yilawa:

ENkamana esikhundleni sokuba kuthiwe eNqamana.

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!