19.11.2012 Views

ZINDABA ZAKHO MNGOMA: INGONYULUKA ... - UZSpace Home

ZINDABA ZAKHO MNGOMA: INGONYULUKA ... - UZSpace Home

ZINDABA ZAKHO MNGOMA: INGONYULUKA ... - UZSpace Home

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

UMhlongo, (2007) uthi:

Urnuntu obharne amandiki namandawe

akahlalisani nabantu esiceshini sskhe, uhlala

yedwa. Lo rnuntu unornshikashika wansuku

zonke njalo ngaphambi kokuba alale uphehla

amagobongo, azihuqe nangengwebu abe

ekhulurna ecela izinhlanhla, isikhathi esiningi

usuke egonqile ezilile, ezile izinto ezifana

nelawu.

Urnuntu obharne amandiki namandawe ungurnuntu ohamba nabantu abakhulu.

Ngenxa yokwazi izidingo zarnathonga 10 muntu ublala ekuqikelela ukublanzeka

okubhekekile kwabaphansi. Uhlala yedwa esiceshini ngoba kuleso sicephu uhleli

nabaphansi ngakho ngeke ahlala nornunye urnuntu. Okungenzeka ukuthi

ungcolile ngokweso labaphansi.

UKrige, (1936:308) uthi:

There is said to be a different between amandiki

and amandau; the possessed person will speak and

dance differently in the two cases and the

amandau require the beating of a hide for their

dancing.

Indiki lehlukile kwindawe. Urnuntu onendawe

ukhulurna futhi agide ngokwehlukile kulowo

onendiki. Indawe lifuna kushaywe izigubhu urna

lowo onalo egida. Indawe futhi kuyenzeka

kelimshiye umuntu lisavakashile, Iibuye

lizibuyele futhi.

Ukhona urnehluko oke ubonakale phakathi kwarnandiki narnandawe. Urnehluko

ogqarnile uthi arnandawe urna esina athokoziswa umsindo wesikhumba.

Kuyatholakala ukuthi amandawe anezikhathi zokuba ake amshiye lona

arnngenayo aziharnbele ayovakasha. Ahamba kanjalo kodwa abuye abuye.

25

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!