19.11.2012 Views

ZINDABA ZAKHO MNGOMA: INGONYULUKA ... - UZSpace Home

ZINDABA ZAKHO MNGOMA: INGONYULUKA ... - UZSpace Home

ZINDABA ZAKHO MNGOMA: INGONYULUKA ... - UZSpace Home

SHOW MORE
SHOW LESS

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

kwalo yikhona okukhomba isikhathi azosihlala efundiswa ukubhula. Abanye

bahlala isikhathi esingangonyaka noma iminyaka emibili, kuye ngokuthi

ukhuthele kangakanani ekubhuleni.

Ngokocwaningo leli zinga lokuqeqesha ithwasa yilona vuthondaba lomsebenzi

wesangoma esithwasisayo. Ukuphumelela kwethwasa ukukhipha izinto elisuke

lizifihlelwe kukhomba ubukhali nokudlanga kwamandla edlozi.

ULamula, (1965:61-62) uthi:

Njengoba ethwasiswa nje, uhlala efunda

ukubhula, afihlelwe nezinto ezithile ekhaya,

nasentabeni, ukuba aye kozikhipha lapho

zikhona, ngoba phela uzakutshelwa yidlozi.

Kuyaye kuthi uma kufike abantu abazobhula

esangomeni esikhulu, esethwasisayo, kuqale

kubhule lona ithwasa, kuthi-ke emva kwalo

kungene yona-ke iNkosi, isangoma phela. Uma

kuyisangoma impela, esethwasa kahle,

sibonakala nangokuthi uma kukhona abantu

abezayo, sibezwe bengakafiki uma beyakufika

ngakusasa Ungasethuka sesibhodla, sizamula,

sibhazuluka, ebesesithi: 'Ye!' kokunye

sidazuluke sithi: 'Heyi! Heyi! HeyiL'

Isangoma esathwasa kable sinemizwa yabantu abazobhula. Siyabezwa beza

bekude noma ngabe bayofika kusasa, idlozi liyasitshela. Siyayaluza, sizamule,

singakhululeki kanti abaphansi sebeqale ukusitshela izinqinamba zabantu

abezayo. Sibanolaka, sih1abelele amahubo obungoma, sisine sibemanzi sibe

wudaka. Kanti ngokwenzenjalo idlozi liyazikhanyisa izimfihlo. Abasekhaya

basuke sebazi ukuthi luzosuka ushikishi lombhulo. Bathi uma sebefika

abazobhula 10 mbhulo. Bathi; "Makhosi!" noma bathi; "Zindaba zakho

mngoma!". Le ndlela yokukhuleka isho ukuthi labo bantu beze ngomhlola.

Sisukuma sithi lacu, sishise impepho emsamo, sibhonge, siklewule. Sithatha

umshayelo sishayele. Sivunule, sihlobe, sihlome sengathi siya empini. Sendlale

61

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!