19.11.2012 Views

ZINDABA ZAKHO MNGOMA: INGONYULUKA ... - UZSpace Home

ZINDABA ZAKHO MNGOMA: INGONYULUKA ... - UZSpace Home

ZINDABA ZAKHO MNGOMA: INGONYULUKA ... - UZSpace Home

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

ngoba kokunye lisuka lihamba nomuntu ongabonwayo olihola aze ayolibeka

kuleyo mithi. Lithi liyimba libe litshelwa nendlela yokuyithaka nesifo eyoselapha.

UMsimang, (1975:307) ubeka kanje:

Le mbuzi yokuqala inemikhuba yayo.

Okokuqala kufuneka ibe mnyama bhuqe.

Okwesibili ukuthi ivele ihlatshwe kuthathwe

inyongo yayo nobuhlalu oburnhlophe nebomvu

kufihlwe, ngalokho liyavivinywa ithwasa.

Imbuzi yemvuma ilusizo kakhulu ekuqeqeshwe!1i kwethwasa. Ithi ingahlinzwa,

ithwasa lifihlelwe inyongo, ibomvu kanye nobuhlalu obumhlophe. Lokhu

umngoma othwasayo ukwenzela ukubona ukuthi 10 muntu uzokwethwasa

ngempela na? Ithwasa lihlala lihlale, kufika ukuthi zikhona izinto azifihlelwe,

lisukuma phansi liyozifuna lezi zinto, lizithole libuye nazo. Kuba injahulo enkulu

umngoma esebona ukuthi nebala 10 muntu uzokwethwasa ngempela.

UKrige, (1936:306) uthi:

The gall ofthe goat, together with the contents of

the bladder, is administered to the patient, who is

also smeared with this mixture on the head,

shoulders, arms, back and legs.

Next he is steamed, together with the bladder.

The function ofthis nqwambisa ceremony would

seem to be to establish definite contact, through

the intermediary of the sacrificial victim,

between the afilicted person and the spirits.

Inyongo yembuzi namanzi ayo, isetshenziswa

ethwaseni futhi libuye ligcotshwe ngayo

ekhanda, emahlombe, ezingalweni, emhlane

nasemilenzeni. Libe seligquma ithwasa ngayo

inyongo ethelwe emanzini. Aphinde agqume

nangesinye sayo imbuzi. Lo mcimbi

wokunqwambisa ungowokuxhumanisa umuntu

namadlozi.

52

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!