19.11.2012 Views

ZINDABA ZAKHO MNGOMA: INGONYULUKA ... - UZSpace Home

ZINDABA ZAKHO MNGOMA: INGONYULUKA ... - UZSpace Home

ZINDABA ZAKHO MNGOMA: INGONYULUKA ... - UZSpace Home

SHOW MORE
SHOW LESS

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

UKhumalo, (2007) uthi:

Urnhlahlo uyaphuma uye ezangomeni ezishaya

urnhlahlo. Umenywa yiNkosi ngenxa yamadoda

eza kuyo iNkosi ezowucela ngenxa yobunzima

emndenini. Obunye ubunzima bucaciswa

izangoma ezijwayelekile kodwa izinto

ezilukhuni zicaciswa ngornhlahlo kodwa eOO

engawazisanga amakhosikazi awo.

Lokhu kubhula kuwuhlobo oluphezulu, emhlahlweni kunukwa abantu. Umhlahlo

ulamula izinkinga zeminyaka umndeni osuke ungene kuzo. Kuyenzeka ukuba

kubekhona umuntu oyisigangi, ophehla amanzi amnyama kufe kuphele abantu.

Konke lokho kulanyulwa ngornhlahlo lapho isangoma esikhulu sishaya umuntu

ngeshoba lenkonkoni abonakale umthakathi.

Urnhlahlo akuyiwo owokukhomba abathakathi bodwa kodwa uyasiza ukuqaqa

amafmdo angaziwa ukuthi ahoshwa ngubani. Urnhlahlo ucelwa eNkosini ngoba

ungumbhulo obucayi ongaqhatha noma ulamule umndeni. Uyahalamulela abantu

ebebenukwa kuthiwa bangabathakathi kanti abayibo. Umhlahlo ulusizo ngoba

izigangi zihlala zazi ukuthi noma zingaganga kodwa ekugcineni iqiniso liyovela

kuwo urnhlahlo.

5.3 Isiphetho

Umsebenzi omkhulu wesangoma ukubhula, kungumsebenzi wansuku zonke.

Izangoma ziyizithunywa zabaphansi ukuba ziqaqe izinkinga ahantu bahlale

ngokuthula. Lokhu kubhula kunomvuzo osobala uma idlozi likhanyisa imihlahlo.

Ukubhula kungumcebo ngoba uma umngoma ebhula okucacile uyakhokhelwa,

uma ethwasisa ithwasa ukhokhelwa inkomo, lezi zinkomo zigcina sezigcwalise

izibaya.

105

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!