19.11.2012 Views

ZINDABA ZAKHO MNGOMA: INGONYULUKA ... - UZSpace Home

ZINDABA ZAKHO MNGOMA: INGONYULUKA ... - UZSpace Home

ZINDABA ZAKHO MNGOMA: INGONYULUKA ... - UZSpace Home

SHOW MORE
SHOW LESS

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

ISAHLUKO SESIKHOMBISA

7.0 ISIHLAZIYO, IZINCOMO NESIPIIETHO

7.1 Ukuhlaziywa kocwaningo

Ziningi izinto zesiNtu ezihamba zilahleka ngokuhamba kwezikhathi. Lo

msebenzi uza njengemvuselelo ecacisa kahle ngesikompilo labantu bakwaZulu.

Ukuxubana kwezizwe ezindaweni zokusebenza kuwadidile amasiko amaZulu.

Kuyenzeka ubone urnZulu esegcina isiko lamaXhosa. Zonke izizwe eziNsundu

zinawo umoya wobungoma futhi ziyawagcina amasiko kodwa kulo msebenzi

kulandelwe indlela abangoma bakwaZulu abethwasa ngayo. Kuye kwabhekwa

izifo ezihlasela umguli ozoba yisangoma, egula engafi futhi engasindi kanti

ungenwa yidlozi.

UMsimang, (1975; 305) ufakaza uthi;

Sengishilo ngathi ubungoma akungeni kalula;

bungena ngesifo. Umuntu ugula kanzima abuye

kwababomvana. Uhamba izwe aliqede efuna

abangase bamelaphe kodwa angabatholi. Lo

muntu uze angenwe ububha nobumpofu

obumangalisayo ngenxa yokuchitha impahla

nemfuyo yakhe ekhokhela izinyanga. Lo muntu

uba nesigcwagcwa esimangalisayo anyanywe

ngabantu.

Umoya wabangasekho awusiwo umoya owodwa, ofanayo novela ngendlela

efanayo. Umoya wabangasekho wahlukene izigatshana eziningi, kuye ngokuthi

umufi lowo wayengakanani, wayengowaphi, esihlobo sini kulowo amngenayo.

Kunezigatshana zemimoya ebizwa ngamandawe, amandiki kanye nenono. Yonke

Ie mimoya yahlukaniswa yiyo imvelaphi yayo nendlela engena ngayo kumguli

lowo. Eminye imimoya yehlukaniswa uhlobo lokufa eyafa ngalo kanti nendawo

umuntu afela kuyo yenza abe umoya othile uma esebuya ekhaya. Kukhona

118

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!